UKUBA kubi kwesimo senkece kuphoqe iSafa ukuhoxisa isicelo sokusingatha umqhudelwano wendebe yomhlaba yabesifazane.
UBHEKENE nengwadla uMolefi Ntseki njengoba kuvela ukuthi uzobhekana neBrazil emdlalweni wakhe wokuqala selokhu eqokelwe ngokuphelele esikhundleni sokuqeqesha iBafana ...
UTengimfene uthe uBaby Lee ushone elungiselela impi yakhe noSiphosonke Nxazonke ebizoba ngo-Okthoba 5, eMthatha
UKUNGAFUNI ukulahlekelwa uPitso ?Jingles? Mosimane kuphoqe umengameli weMamelodi Sundowns uPatrice Motsepe ukuba ahoxise ukuqasha umqondisi omusha okubikwa ukuthi ...
IZOPHELA inyanga iBafana Bafana seyinomqeqeshi omusha kulandela ukuthi ilaxazwe uStuart Baxter. Eziqinayo yizinsolo zokuthi ubuyela kwiSuperSport United.
USEPHENDUKE umantunta nendishi owayeyintandokazi yesitobha saMaZulu FC eminyakeni edlule. UThamsanqa Teyise unqwamane naleli phephandaba ngesikhathi kuqhubeka imidlalo ...
UMQEQESHI odle ubhedu kwiNedbank Cup ekupheleni kwesizini edlule, uDan ?Dance? Malesela we-TS Galaxy edlala kwiNational First Division (NFD), ucathanyelwa ngamaqembu ...
USTANTON ?Stiga? Fredericks ukholelwa ekutheni uGavin Hunt, oqeqesha iBidvest Wits, ufundile emaphutheni enzeke ngesizini edlule aholele ekutheni ezakhe ziqede endaweni ...
IPHINI lomqeqeshi weBanyana Banyana lizizwa libusisekile ngesipiliyoni elisithole kwiNdebe yoMhlaba yabesifazane ngaphambi kokuqala kweNational Women?s League ehlongozwa ...
UFUNWA ngamaqembu amabili adlala kwi-Absa Premiership unozinti ohambe kwiPolokwane City kungasabhekwana.
UNQABA ukubuyela kwiBloemfontein Celtic obengukaputeni waleli qembu elimxoshise okwengcanga, kubangwa izindaba zamaholo.
ANGAWAGAXA noma yinini amakhokho emgibeni uTsepo Masilela, ozakhele igama emuva ohlangothini lwesokunxele kwiKazer Chiefs.
USIHLALO we-Ink Hockey Club ucela uMnyango wezeMidlalo ukuthi ubalamulele obandlululweni olukwiHockey okukhala isicathulo sabebala elimhlophe kuyo.
Imenenja yakhe, uJazzman Mahlakgane, ithe sebeqede konke nesiteshi iSuperSport mayelana nokuthi uModise abe sethimbeni elizohlaziya.
UKHONJWA kwiKaizer Chiefs uJeremy Brockie olizwe ngendaba ijezi ngesizini edlule kwiMamelodi Sundowns engompetha be-Absa Premiership.
Kuphithene amakhanda ezikhulwini zeSouth African Fotball Association (Safa) ngokusula kwesethenjwa sesisebenzi sale nhlangano
Lesi sitobha esesishaye amagoli angu-11 sitshele leli phephandaba ukuthi okusisizayo ukuthi eminyakeni edlule besingumgadli obengalibheki ipali
KWEHLE izinyemezi kuZolani ?Last Born? Tete kushabalala amathemba okuba umpetha womqhudelwano iWorld Boxing Super Series Bantamweight.
IPHINI lomqeqeshi kwiRoyal Eagles lixwayisa abadlali ngobungozi bemidlalo esalele iqembu.
Sekungumlando ukuthi kayikho efune ukugoba uphondo phakathi kwakhe noThato Bonokoane waseGoli.
ISINQUMO sesigungu esiqula amacala seSouth African Football Association (Safa) singase sishintshe izinto kwiKZN ABC Motsepe League.
IBAFANA Bafana ihlela ukudlala nezikhondlakhondla zamazwe ngaphambi kwe-Africa Cup of Nations (Afcon) ezoqala ngoJuni 21 kuya kuJulayi 19 e-Egypt.
Ingozi aphume nayo iqhubu kube ngeshiye uWiseman Meyiwa obedlala kwiKaizer Chiefs ehamba ngesihlalo esinamasond
LILENGELA engozini yokuphucwa ibhande lo mhlaba ibhokisa laKwaZulu-Natal.
I-POLOKWANE City ayiphumeli obala ngesinqumo esicacisa ngekusasa likaRodney Ramagalela omiswe yileli qembu ngezizathu ezingaqondakali.