“UYOKOTIZA” mathupha umlandeli wokuqina wezemidlalo kuleli, uMama Joy, oseFrance sikhuluma nje emidlalweni yamaSummer Olympic Games eParis.
U-DKT Nandipha Magudumana uluchithe eNkantolo yeMantshi yaseBloemfontein usuku lwakhe lokuzalwa izolo, abameli bakhe belwela ukuthi inkantolo imkhiphe ngebheyili. ...
INKANTOLO yeMantshi yaseRandburg inike igunya kwabemithombo yezindaba ukuthi bakuqophe bukhoma ukuqhubeka kwecala elibhekene namaphoyisa ayisishiyagalombili asolwa ...
AMAPHOYISA aseqinisekise ukutholwa kowesifazane waseGauteng othunjwe yizinswelaboya ngesikhathi ziduna imoto yakhe izolo ebusuku.
KUBOSHWE abane ababeyizikhulu eMnyangweni wezeMfundo e-Eastern Cape, nomqondisi wenkampani ngamacala okukhwabanisa athinta uR59 million wokuthengwa kwezincwadi zesikole. ...
Ekhuluma nabalandeli beqembu ngeSonto uMalema usole amaphoyisa akuleli ngokusebenzisana nabamhlophe ukulwisana nabo ngesikhathi bebhikisha eSenekal naseBrackenfell ...
Lokhu kulandela imibiko yeNews24 ngoLwesibili eveze ukuthi amaphoyisa aphenya ngokubulawa kukaMeyiwa asethole isibhamu adutshulwa ngaso ngo-Okthoba 26, ngo-2014. ...
Uzochitha impelasonto yonke ethothoza esitokisini unkosikazi yalowo owayenguNgqongqoshe wezeziMali kuleli, uMnuz Malusi Gigaba, ngenxa yokuthinteka ekulimazeni impahla ...
UNGQONGQOSHE wezeMpilo kuzwelonke, uDkt Zweli Mkhize, umemezele ukuthi kuphinde kwashona abanye abantu bakuleli abangaphezu kuka250 ngenxa yoCorona kwathi abangu13 ...
UNGQONGQOSHE wezeMpilo kuzwelonke, uDkt Zweli Mkhize, umemezele izolo ukuthi kuphinde kwashona abantu abangaphezu kuka153 ngenxa yeCovid-19 futhi kwaphinde kwahaqeka ...
ZAZISWE ngomzuzu wokugcina ngoLwesithathu ekuseni izinyunyana zothisha ukuthi umhlangano ophuthumayo obekumele zibe nawo noNgqongqoshe woMnyango weMfundo eyisiSekelo, ...
SEBENGAPHEZU kuka20 000 abantu bakuleli osekuqinisekiswe ukuthi bahaqwe yigciwane leCovid-19 kwathi abangu28 basishiya emhlabeni. Lezi zibalo zidalulwe nguNgqongqoshe ...
EBANTWINI abathathu kwabane abahaqekayo, kuvele izolo ukuthi basuke bengabaseWestern Cape. Lokhu kuvele ezibalweni ezidalulwe nguNgqongqoshe wezeMpilo kuleli, uDkt ...
UNGQONGQOSHE wezoHwebo neziMboni uMnuz Ebrahim Patel usekhumbuze abantu bakuleli ukuthi kusavaliwe ukudayiswa kokudla okuphekiwe ezitolo.
UNGQONGQOSHE wezokuThutha, uMnuz Fikile Mbalula uthi kungenzeka kuphume enye indiza, ibheke eFrance iyotakula abantu bakuleli abangase bahaqwe yiCoronavirus (Covid-19). ...
. AMAPHOYISA aseLimpopo abophe umsola oneminyaka engu-28 mayelana nokubulawa ngesihluku kwesithudeni saseCapricorn TVET uNksz Precious Ramabulana otholwe egwazwe ...
AHOXISIWE amacala abebekwe uMampintsha okushaya isinqandamathe sakhe acula naso uBabes Wodumo.
Kubikwa ukuthi uBabes nomunye umculi weGqom?, uTipcee, bavulelwe icala lokushaya owesimame ngoLwesibili
NgoMsombuluko kuboshwe izitshudeni eziyisishiyagalolunye ebezibhikisha zikhala ngokunyuka kwemali yokubhalisa, eyokufunda neyokuhlala
SEKUPHINDE kwatholwa esinye isiqhumane okusolwa ukuthi siyibhomu eCornubia Mall, eBluckburn, entshonalanga neTheku
UDUTSHULWE amahlandla awu-8 owesilisa wasesMlaza okubikwa ukuthi ubesondelene noSandile 'Chillies' Bhengu obulawe amaphoyisa kuleli lokishi nyakenye