Sihle Mavuso

Multimedia Journalist, IOL Politics

UMswati angase adunge ukubekwa kukaMisuzulu

Sihle Mavuso|Published

INGONYAMA enyamanambana emphakathini kulezi zinsuku, uMswati III, ikuqinisekisile ukuthi ngo-Okthoba 29, izotheleka emkhosini wokubekwa ngokusemthethweni kweSilo ...

UMavuso uyinyathele emsileni i-ANC eThekwini

Sihle Mavuso|Published

KUNGAKAPHOLI maseko ehilizisene noSihlalo weScopa, uMnuz Mkhuleko Hlengwa, ngezindaba ezithinta u-Eskom, uNksz Busisiwe Mavuso uyinyathele emsileni i-ANC esiFundeni ...

Ibukeka isekude ukuphela ekaZuma noZondo

Sihle Mavuso|Published

IMPI yezomthetho ephakathi kowayengumengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, nalowo oyinhloko yamaJaji ebambile, uRamond Zondo, ibukeka isekude ukuphela. Sekuvele ukuthi ...

Ngeke ngishiye isikhundla: Makhosi Khoza

Sihle Mavuso|Published

EMVA kokuba nesonto elinzima, lapho ebetholene phezulu khona nobuholi obuphezulu beqembu lakhe, uDkt Makhosi Khoza, oyikhansela eliphezulu le-ActionSA eMkhandlwini ...

Ubonga imikhuleko umndeni kaMgilija

Sihle Mavuso|Published

ULASHELWA esibhedlela saKwaNongoma, iSt Benedict, owayengumdidiyeli wamabutho kaZulu, uMnuz Mlandeni "Mgilija" Nhleko, osekuvele ukuthi uxinwe yiTB ngokunjalo nokhwantalala ...

Angikaze ngimkhaphele uZuma: Gigaba

Sihle Mavuso|Published

EMUVA kweminyaka aphefumula kwiCNN owayengungqongqoshe weziMali noMnyango wezaseKhaya, uMnuz Malusi Gigaba, ngodaba lowayengumengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma lokuthi ...

UShenge akayazi eyokushadelwa kweSilo

Mcebo Mpungose and Sihle Mavuso|Published

UNDANANKULU kaZulu uMntwana uMangosuthu Buthelezi uthi akazi lutho ngokugcagcelwa kweSilo uMisuzulu kaZwelithini.

Oxoshe izintatheli eNdlunkulu naye waxoshwa uyachaza

Sihle Mavuso|Published

USEPHUMELE obala wamela isenzo sakhe owesilisa ozame ukuxosha izintatheli KwaKhangelamankengane, KwaNongoma, izolo ebusuku kulandela ukufundwa kwefa leNdlovukazi ...

Kuzocaca ngelizayo ngabashenxayo kwi-ANC

Sihle Mavuso|Published

Namhlanje bekulindeleke ukuthi kube nesimemezelo ngamalungu ale nhlangano asehoxile ezikhundleni zawo ngenxa yokubhekana namacala

Lizohlala obala iqiniso: Zandile Gumede

Sihle Mavuso|Published

OWAYEYIMEYA yeTheku obhekene noxhaxha lwamacala enkohlakalo, uNkk Zandile Gumede, uthi ukungena kwawo enkantolo kuzomnikeza ithuba lokuveza iqiniso.

Anovalo amakhosi ngomhlaba weNgonyama

Thokozani Ndlovu and Sihle Mavuso|Published

UKUKHOTHAMA kweNgonyama yamaZulu iSilo samaBandla, kwenze amanye amakhosi aKwaZulu abanovalo ngomhlaba ongaphansi kweNgonyama Trust.

UMbalula uzidonsele amanzi ngomsele ebiza uMkhwebane ngesibhamu esiqashiwe

Mcebo Mpungose and Sihle Mavuso|Published

UNGQONGQOSHE wezokuThutha kuleli uMnuz Fikile Mbalula uzidonsele amanzi ngomsele ebiza uMvikeli Womphakathi u-Advocate Busisiwe Mkhwebane 'ngesibhamu esiqashwe' ...

Kulindeleke ukuba lihlehle elikaZuma

Sihle Mavuso|Published

ICALA lowayengumengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma obekulindeleke ukuba libe senkantolo kusasa, kulindeleke ukuba lihlehliswe.

Inkinga ye-ANC edalwa wumvalelandlini

Sihle Mavuso|Published

I-ANC ibhekene nenkinga yokuthi kumele ibambe izingqungquthela zokukhetha ubuholi kube kunomvalelandlini ngenxa yeCovid-19.

Makhulu amathuba okuthi abalimi babulawe, kusho uZille

Sihle Mavuso|Published

USIHLALO omusha weDA, uNkk Helen Zille, uthi makhulu amathuba okuthi abalimi babulawe uma kuqhathaniswa nabanye abantu.

Sizozibheka izikhalazo zamasosha: Magashule

Sihle Mavuso|Published

UMagashule uhlangane nabalezi zinhlaka eThekwini.

Bake bazama ukungibophela amanqina enyathi: Ntuli

Sihle Mavuso|Published

OMUNYE wabaholi abaphezulu beDA, ...

Babeke ithemba kubameli abalandeli bowayeyimeya

Sihle Mavuso|Published

ABALANDELI bowayeyimeya yeTheku uNkk Zandile Gumede, babeke ithemba labo esicelweni esizofakwa ngabameli bakhe sokuthi icala lakhe lisulwe ohlwini lwamacala ukuze ...

I-ANC noNkulunkulu bangisule izinyembezi - Zandile Gumede

Sihle Mavuso|Published

OWAYEYIMEYA yaseThekwini uthe kumpholisa amanxeba ukunikezwa umsebenzi wokuba yilungu lesiShayamthetho KwaZulu-Natal enyangeni axoshwa kuyo esikhundleni sobumeya ...

UZuma ukhala ngokusetshenziswa kwabamnyama kuleli " njengamathuluzi abamhlophe"

Sihle Mavuso|Published

OWAYENGUMENGAMELI kuleli uMnuz Jacob Zuma, uthe kumphatha kabuhlungu ukubona abantu abamnyama besetshenziswa ?njengamathuluzi abantu abamhlophe? kuleli.

Umnyango awukazi ngezinyathelo ozozithathela othisha abazolova

Sihle Mavuso|Published

UMNYANGO wezeMfundo kuleli awukazi ngezinyathelo ozozithathela othisha abangazofika ngoMsombuluko ezikoleni. Kuzokhunjulwa ukuthi inyunyana yothisha iSA Democratic ...

Ibuyele emsebenzini imeya eyayibhikishelwa wumphakathi

Sihle Mavuso|Published

IMEYA ebe sematheni kamasipala i-Alfred Duma (eMnambithi), uMnuz Vincent Madlala, ibuyele emsebenzini isinyenyela emuva kokuthatha ikhefu lokugula lezinyanga ezimbili ...

Kuvele intuba yoqhekeko emakhanseleni ngezijumbane

Sihle Mavuso|Published

SELUTHATHE elinye igxathu uqhekeko ebuholini be-ANC eThekwini okuthiwa kudalwe wukuvalelwa ngaphandle kwamakhansela ohlangothi oluthile olugaqele ukuphatha iTheku ...

#KZNSOPA: I-SAA iguqule isinqumo ngeKing Shaka

Sihle Mavuso|Published

INGCINDEZI eqhamuka kwabezepolitiki basesifundazweni iKwaZulu-Natal, iphoqe abeSouth African Airways ukuthi baguqule isinqumo sabo sokuvala umzila oya eThekwini. ...

I-SAA ifaka endalini amabhanoyi

Sihle Mavuso|Published

INKAMPANI yezindiza yakuleli ehlaselwe yizinkinga iSAA , isinqume ukudayisa amabhanoyi angu-9.