‘Icala uMbuso ongibeke lona alibambeki, angingabazi ukuthi ngeke ngitholwe nginecala. ” Lawa ngamazwi kaSindisiwe Manqele.
Isishoshovu se-ANC esake sasolwa ngokukhwabanisa nenkohlakalo eNorthern Cape uNkk Yolanda Botha asisekho emhlabeni.
Kuqiniswe ezokuphepha ngesikhathi umholi we-EFF uMnuz Julius Malema eshada nesithandwa sakhe seminyaka.
Izolo uMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo e-Eastern Cape uthe iziboshwa ezingu-14 ezeqa ejele ziphinde zabanjwa futhi.
Umndeni ka-Anni Dewani owabulawa ekwi-honeymoon awuboni umthetho uwusebenzele.
I-ANC ituse amaphoyisa ngokuphuthuma kwawo emuva kokuthi iLungu lePhalamende likaKhongolose uMnuz Jackson Mthembu lidutshuliwe.
UMengameli Jacob Zuma uyichithile imibiko yabezindaba ebithi ucasulwe yisinqumo se-ANC eGauteng ngodaba lwama-e toll.
Ngolwesine kwavela ubufakazi obushaqisayo eNkantolo yesiFunda eThekwini ngendlela okwabulawa ngayo owesifazane womdabu waseNdiya.
Abameli beDA baxwayise le nhlangano ukuthi ingalinge ivezele umphakathi okuqukethwe “yilezi zinkulumo eziqoshiwe zezobunhloli’’
Labo abebebhikisha bephazamisa uMnuz Cyril Ramaphosa ngesikhathi ethula ubufakazi kwiKhomishini kaFarlam bazokhishelwa ngaphandle uma lokhu kuqhubeka.
UMogoeng Mogoeng uhleke waze waqethuka ngesikhathi kungena amalungu e-EFF ePhalamende.
U-Oscar Pistorius obekwe icala lokubulala uvele wazimboza amehlo ngenkathi ungoti kwezokuhamba kwezinhlamvu echaza ngamanxeba abulala uReeva Steenkamp.
UReeva Steenkamp waphefumula kambalwa emuva kokuthi edutshulwe ekhanda yisoka lakhe, iNkantolo eNkulu yasePitoli izwe kanjalo.
UMnuz Robert Mugabe uveze ukuthi uyahambisana nemithetho esanda kushaywa e-Uganda elwa nobutabane.
Azihanjiswanga izinto ngendlela ngesikhathi kuqashwa isikhulu esiphezulu esibambile kwaSABC.
Ilungu elihlonishwayo le-12 Apostles Church licele ukuthi ziphele izingxabano zangaphakathi kuKhongolose.
Sichithiwe izolo enkantolo enkulu ePitoli isicelo esifakwe yi-FF Plus sokuphikisana nohlelo lwe-etoll eGoli.
Sisulile emsebenzini isikhulu esiphezulu sesiteshi sezemidlalo, iSuperSport, ngenxa yokugula.
Babalelwa ku-31 000 abasebenzi abangamalungu eNumsa abasebenza ukukhiqiza izimoto abatelekile.
Umlingisi waseMelika ohlonishwayo uForest Whitaker usephinde wakhombisa ikhono ngokudlala indawo yephoyisa elithungatha umbulali wentombazane yebala elimhlophe efilimini ...
I-DA ithi asikho isidingo sabezobunhloli abangu-40 okuthiwa bazotshalwa eMangaung ngaphambi kwengqungquthela ye-ANC yokukhetha ubuholi.
ABENHLANGANO ebhekele ukongiwa kwemvelo KwaZulu-Natal bathi bazocela usizo lwaboPhiko lwezokuVikela ukuze kunqandwe ukubulawa kobhejane.
Indoda ebhekene necala lokubulala uNkk Anni Dewani, ikhulume yankwankwaza, yashaya ingwijikhwebu eNkantolo eNkulu eKapa, ngesikhathi iphekwa ngemibuzo mayelana nenombolo ...
UMVIKELI woMphakathi, u-Advocate Thuli Madonsela, izolo uzichithile izinsolo zokwenzelela ezenziwe yiPhini lakhe u-Adv Mamiki Shai.
LIHLELISELWE u-Okthoba 27 icala lamadoda amathathu asolwa ngokubulala owangumshayisibhakela waseNingizimu Afrika, uCorrie Sanders.