NGITHOLE umyalezo obhalwe ngomunye ofisa ukusizwa ngokwenzeka emzimbeni wakhe, ikakhulu okuthinta nezinso. Le ncwadi ngiyifake ngendlela ebhalwe ngakhipha igama, ...
UmbuzoMAGUMEDE, ngicela ukubuza angazi noma ngibona izinto ezingekho yini. Emsebenzini kunosisi esisebenza naye engisola sengathi uyangifuna. Into edala ngisho kanjalo ...
MHLELI: Ngesikhathi ngilungisa umlando wakwaMakhanya nezibongo ezihlobana nazo zonke eziphuma eMthandeni, kwaQwabe, ngithathe ngabhala lezi ezinobukhosi kuphela ...
UmbuzoMAGUMEDE, ngingowesifazane nginemizwa yabanye abantu besifazane kodwa yinto engaziwa umuntu. Ngishadile kodwa ukhona owesifazane engithandana naye futhi akaziwa ...
SISAKHULA kwakugeqwa izitofu zamalahle, kukhishwe umlotha, uyolahlwa ezaleni.
IZINTO zimane ukwenzeka, umfo kaSono, uJomo wake wakhala ngama-agent ebholeni ethi ayemhlupha ngisho ehhotela ngenkathi eqeqesha iBafana Bafana.
MALIBONGWE igama lamakhosikazi, sijabulela futhi situsa iqhaza elibanjwa inzalabantu emphakathini nasempilweni yethu. Siphinde sibonge singaphezi sithi ukuba abantu ...
SEKUPHELE unyaka kwaguqa uMntwana waKwaPhindangene, kwahlwa emini. Yebo, ...
AMAPHEPHA aqinisekisa ukuthi kukhona okufundele - wathatha isikhathi sakho wasebenzisa nemali - mahle kodwa. . .
NGIYIXHWELE lezemidlalo. Impela ngiba nokuqaleka okungelapheki uma ngigeja imidlalo emqoka, ikakhulu ezingeni lomhlaba.
UKHETHO lokuqala olukhululekile lwango-1994, wonke amehlo omhlaba ayebheke eNingizimu Afrika. Baningi ababelindele ukuthi kuchitheke igazi kubheduke udlame nezinxushunxushu ...
MHLELI: Kwelakho elifundwa yizinkulungwane zabantu baseMzansi futhi bakholelwa ukuthi uzikhipha zingakafudunyezwa nhlobo.
NGIKE ngaba nesidingo esigcine singifake eposini ezinsukwini. Bengidinga isigxivizo, ngakhumbula ukuthi iposi lalikwenza lokhu futhi liseduzane kunaseshantshi.
SIKWELIMAGAD' ahlabayo. Kuyezwela ngoba umuntu uke waphila kwelingafelwa nkonyane, kuphela nje sasingazi ukuthi siyatamasa. Sasibona sengathi "basezulwini elincane" ...
SENGATHI kuzoze kubholeke imbobo, ngilokhu ngikhuzile. Ezinsukwini ezedlule kule ngosi ngike ngabalisa ngohlobo lwabalandeli le lizwe lakithi elinabo, kungaba ikunobhutshuzwayo, ...
Kunezinto obekuthi uma siziphupha sisakhula sitshelwe ukuthi zisho ukuthini
IMPI yokulwa nobugebengu ihlonyiswe kabusha ngokwengezwa kwamaphoyisa abalelwa ku-10 000 ezweni lonke okuqhubekayo kuleli viki.
MHLELI: Asazanga ukuthi empilweni yethu uMdali asasibekele yona ukuthi siyogcina sesiphila nonontandakubukwa njengesakabulu abangasalazi ichilo. Kule mihla esiphila ...
NGEMPELASONTO ngizithole sengiphakathi esibhedlela thizeni kade ngithi ngizohlangana ngaphandle nomhlobo wami anginike ebengikudinga sihlukane kanjalo.