KUQINISIWE uma kuthiwa ingoma emnandi iyaphindwa njengoba ingqalabutho yomsakazi woKhozi FM isinempinda yencwadi ekhuluma ngempilo yayo.
IZILOMO zosaziwayo zizohlanganyela ingoma okulindeleke ukuthi iphume maduzane.
KUSHAQEKE abaningi ezinkundleni zokuxhumana kuvela izinsolo zokuthi inkosikazi yentandokazi kaDJ waseThekwini, inobudlelwane bezocansi nomunye usaziwayo waseGoli. ...
UKUSABALALA koKhozi FM yikona okusolwa njengembangela yokulaxaza iGagasi FM, ajoyine isikhondlkhondla sesiteshi uDkt Nomcebo Mthembu.
AKAZISOLI ngesinqumo sakhe sokushiya izifundozakhe zeNational Diploma in Quantity Surveying, umfana wasoPhongolo oqale ibhizinisi ngoba engalitholi ithuba lokwenza ...
“NGIJABULELA ukuthi lokhu okwenzeka akunginqindanga amandla okuthi ngiqhubeke nethalente lami. ”Lawa kube ngamazwi kaMidnight Uzo, ongumculi omusha obhoboke okokuqala ...
UKUHLANGANA kwakhe noBlack Coffee sekumvulele indathane yeminyango uphrojusa waseMlazi ka-U njengoba esebalwa noDJ abahamba phambili kuleli. U-Enoo Napa ogama lakhe ...
INKAKHA kwezokulingisa ebivalelisa kwiScandal ngesonto eledlule, uNolwazi Shange Ngubeni, ithi ayinyamelele kwezethelevishini kodwa isizogxila ngemuva kwekhamera. ...
KAYIKHOLWA intandokazi yomculi wakuleli uSjava, ukuthi i-albhamu yayo yakamuva ethi Isibuko, ...
Omunye wabanikazi beWish on Florida okuyindawo ebihanjelwe wu-AKA ngaphambi kokudutshulwa kwakhe, uBenny Marverick, uthe isimo kasisihle futhi akakathandi ukuphawula ...
I-ALBHAMU entsha kaSjava, Isibuko, ephume ngoLwesihlanu iphendule imibuzo yokuthi kungani ethathe isikhathi eside kangaka ukukhipha. Ngosuku okuphume ngalo i-albhamu, ...
KABAYIVALI imilomo abantu baseNingizimu Afrika, ngemva kokubona umshado kaNomfundo Mcoyi obuseBali, e-Indonesia, kusukela ngoLwesihlanu. UNomfundo oyisikhulu esiphezulu ...
UZIZWA ebusisekile umlingisi osanda kujoyina umdlalo owuchungechunge iGenerations: The Legacy, futhi ebona ithuba lizovula eminye iminyango. UGcinile Nkosi, useke ...
BASHO ngazwi linye osaziwayo baseThekwini ukuthi igcagcele esokeni ngokuvulwa kwegatsha elisha okungelesithathu lendawo yobumnandi, iMojo’s Carwash & Shisanyama. ...
UNGCWATSHISWE okweqhawe unina womculi osanda kudlula emhlabeni, uMandlenkosi “Mampintsha” Maphumulo, enkonzweni ebisehholo lomphakathi kwaL KwaMashu izolo. Akukapheli ...
ISIKHATHI asichithe othandweni lwakhe lwakamuva yisona esigqugquzele uSlindile Ndlovu ukuthi asukume azithathe njengoba egcine esengena ohlelweni iReal Housewives ...
USHA amashushu ngohlelo lwabo olusha uThobile MaKhumalo Mseleku, okholwa wukuthi luzosiza inqwaba yabantu basimamise imishado yabo. Ekhuluma neSolezwe ngoMgqibelo ...
SIKHULU isililo ngokudlula emhlabeni kowayenguSomlomo wokuqala ePhalamende lentandoyabantu, uDkt Frene Ginwala.
UVUSELELE abalandeli bakhe ngomyalezo owakhayo umculi wokholo wakuleli waphinde wabavezela indodakazi yakhe okokuqala. UDumi Mkokstad ufake isithombe sendodakazi ...
UGONYULUKILE ezinkundleni zokuxhumana ngobekwenzeka empilweni umculi wodumo lwengoma ethi: Phakade Lami, uNomfundo Moh. UNomfundo ubhale ekhasini leFacebook, wavulela ...
LO nyaka ubunezinto zawo, ikakhulukazi emuva kokuqhamuka kwenkundla yokuxhumana iTik-Tok lapho abantu befaka khona ama-video abo benza noma yini. Le nkundla isivumbululele ...
UMCULI odabuka KwaZulu-Natal, kodwa osezinze eGoli, uzobuyela ekhaya ngekhonsathi ezoba ngoDisemba 17, eThe Station, eMngeni, eThekwini.
NQOBILE MASIMULABEKUNGATHI bathi babonwa yini abantu abebephume ngobuningi emcimbini weGagasi FM, iBeach Festival ebiseBlue Lagoon izolo. Izinkulungwane zabathandi ...
UKUKHULA elokishini eMlaza ngezikhathi zobandlululo, yikona okwagqugquzela uMnuz Reggi Xaba (49) ukuthi asebenze kanzima empilweni njengoba esebalwa nezingqwele ...
Kungenzeka kuthushuke inkakha yeHip-Hop ebingabalulwanga ezikhangisweni