Indlela ogqoka ngayo ingakugugisa

Nonhlanhla Shangase|Published

KUYIQINISO elingephikwe ukuthi akekho umuntu wesifazane othanda ukubukeka sengathi ukhulile kuneminyaka yakhe.

Inkukhu nempaka aboKhozi FM benukana ngokuthakatha

Nonhlanhla Shangase|Published

INGXABANO eshubile phakathi kwabadidiyeli abanohlonze emsakazweni Ukhozi FM iholele ekutheni bahlukaniswe nangokwezinhlelo.

Ukukotiza emzini kumele kushiye isifundo esihle nezincomo ngawe

Nonhlanhla Shangase|Published

SEZIYA kuMaliyethe komakoti okuthi uma kuphela unyaka noma ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi, kudingeke bayokotiza emakhaya okuzalwa kuwo abayeni babo, abahlala ...

Uveza iminjunju yeminyaka uLady Zamar

Nonhlanhla Shangase|Published

USEBENZISE imibhalo eyiziswana ukuveza izimo ezahlukene abhekene nazo umculi oselokhu athola ukugxekwa eveza izinsolo zokudlwengulwa omunye wozakwabo.

UMbau uqinisile ngamathwasa angabi yizangoma:ongoti

Nonhlanhla Shangase|Published

UMANGAZE abaningi kuleli sonto usaziwayo futhi ongumlingisi weThe Wife, uKhanyi Mbau, eluleka abantu abathi bayathwasa banobizo kulezi zinsuku. Uchaze ukuthwasa ...

Ungabageza ubebebe odado eWild Coast Sun

Nonhlanhla Shangase|Published

UMA ukhuluma ngeWild Coast Sun, esoGwini oluseNingizimu ePort Edward, into efika emqondweni kubantu abaningi kuba yizindawo zokugembula njengoba ithandwa kakhulu ...

I-ANC ayinamholi KwaZulu-Natal: umhlaziyi

Nonhlanhla Shangase|Published

UZOBUYELA ekubeni wujika nelanga owayeyiMeya yeTheku, uNkk Zandile Gumede ophinde washenxiswa ekubeni yilungu lesiShayamthetho nasemisebenzini ye-ANC yiqembu lakhe ...

Kuvulwe utshwala nogwayi kusukela ngoMsombuluko

Nonhlanhla Shangase|Published

Kuqhilike izihlathi kwabaningi uMengameli Cyril Ramaphosa ememezela ukuthi buyabuyiswa utshwala nogwayi njengoba leli lizwe selizongena esigabeni sesibili zokuvalwa ...

Zizovalwa amasonto amane izikole zakuleli

Nonhlanhla Shangase|Published

UMengameli wezwe uMnuz Cyril Ramaphosa usememezele ukuthi zonke izikole zakuleli zizovalwa amasonto amane, zize zivulwe ekupheleni kuka-Agasti. Kodwa abafundi bakamatric ...

URamaphosa uthi izobuyekezwa eyokuvulwa kwezikole

Nonhlanhla Shangase|Published

UMENGAMELI Cyril Ramaphosa useveze ukuthi ikomidi elibhekele izinhlelo zokulwa nokubhebhetheka kweCovid-19 kuleli, iNational Coronavirus Command Council, izobuyekeza ...

INingizimu Afrika ihlola umhlonyane nensangu ukulwa neCovid-19

Nonhlanhla Shangase|Published

Umhlonyane waziwa kakhulu ngokukwazi ukwelapha umkhuhlane ojwayelekile ohambisana nokukhwehlela nobuhlungu bamalunga omzimba, okungezinye zezimpawu zomuntu osehlaselwe ...

Singase sivalwe thaqa isibhedlela esizimele saseThekwini ngeCorona

Nonhlanhla Shangase|Published

SINGASE sivalwe thaqa isibhedlela esizimele esiKwaZulu-Natal, iSt Augustine, ngemuva kokuba kutholakale ukuthi abahlengikazi abawu-11 sebengenwe yiCoronavirus.

UZuma ulaliswe esibhedlela isonto lonke

Nonhlanhla Shangase|Published

OWAYENGUMENGAMELI wakuleli, uMnuz Jacob Zuma ubelaliswe esibhedlela isonto lonke ngesikhathi iNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ichitha isicelo sakhe sokuthi adlulise ...

Baphithene ngonyamalale evakashele isoka

Nonhlanhla Shangase|Published

AKASABUTHI quthu ubuthongo unina wowesifazane waseDassenhoek osekuphele amasonto amathathu enyamalele, ehambe eyovakashela isoka asanda kuliqoma.

Ukhala ngokugxekwa komsebenzi uMvikeli

Nonhlanhla Shangase|Published

UMVIKELI woMphakathi kuleli, u-Advocate Busisiwe Mkhwebane ngoLwesihlanu ukhale ngezinhlaka zikahulumeni ezingafuni ukwamukela imibiko ngakutholile uma ephenya izinto ...

UZikalala ugxeke oKlebe ngokubukisa kwabezindaba

Nonhlanhla Shangase|Published

UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnuz Sihle Zikalala, uphumele obala wagxeka isenzo sabophiko oludla impahla noKlebe, sokugasela nabezindaba emzini wobeyimeya yeTheku, ...

Umalusi weseka eyesitifiketi sikaGrade 9

Nonhlanhla Shangase|Published

UPHIKO olulawula konke okuphathelene no-matric kuleli, Umalusi, luthi luyaseseka isiphakamiso sokuthi abanye abafundi bagcine ukufunda kuGrade 9, okuzobizwa ngeGeneral ...

Obeyimeya yeTheku uvunwe yinkantolo ngolwebheyili

Nonhlanhla Shangase|Published

OWAYEYIMEYA yeTheku, uNkk Zandile Gumede, ubengaqondile ukudukisa umkhondo ngokushintsha indawo abehlala kuyona okuyiseMhlanga, abuyele emzini wakhe oseMawoti,eNanda. ...

Ikhehla lisolwa ngokudlwengula inqwaba yabafana

Nonhlanhla Shangase|Published

IKHEHLA elisolwa ngokudlwengula abafana eSt Wendolins eMarriannhill, lazivumela lona ukuthi selidlwengule inqwaba yabafana abancane abangomakhelwane balo.

Kufe umfundi (15) empini bebanga intombi

Nonhlanhla Shangase|Published

UMBANGO wentombi weminyaka wamabhobhodlana aneminyaka ewu-15, enza uGrade 10 eSastri College enkabeni yeTheku, uphethe kabi elinye lidubula libulala elinye kubuka ...

'Umbono kaBabes ngami awuthi shu...' Lady Zamar

Nonhlanhla Shangase|Published

USEKHATHELE abantu abalokhu bemchukuluza ngezinduna ebusweni, bemgxeka nangendlela akhuluma ngayo isiNgisi umculi wodumo lwe-Afro house, uLady Zamar.

Ezempilo: Izingozi zokudaya izinwele ngemibala

Nonhlanhla Shangase|Published

UKUDAYA izinwele ngenye yezinto ezihlale zisesitayeleni ikakhulu kwabesifazane. Kulezi zinsuku iningi labesifazane likhonze ukudaya izinwele ezimfishane zibe yimibala ...

UPhat Joe ukhale mi kuxoshwa uMarawa

Nonhlanhla Shangase|Published

UKHIHLE esikaNandi bukhoma emoyeni umsakazi weRadio 2000, uPhat Joe ekuseni ebalisa ngosizi olubhekene nomakadebona kwezemidlalo, uRobert Marawa oxoshwe yiSuperSport ...

Ezempilo: Abesilisa nabo bayaya njalo 'ezinsukwini zabo'

Nonhlanhla Shangase|Published

Ongoti bathi akubona abesifazane bodwa abazithola benale nkinga, kodwa nabesilisa njalo ngenyanga kukhona isikhathi lapho beke bazizwe khona benale mizwa.

Ukuthola ingane kumenze wanciphisa ebumnandini

Nonhlanhla Shangase|Published

UJessica usanda kuqokwa yinkampani edayisa izimoto ezidume ngokuphepha, uVolvo, njengenxusa lawo.