Usefinyelele nasemazweni aphesheya ngethalente lemfashini

Nonhlanhla Mbonambi|Published

OBENOTHANDO lwemfashini kusukela esakhula, useyaziwa nasemazweni aphesheya ngengqephu emva kokusungula nenkampani yakhe yemfashini, iPrecious Lulu Couture. UNksz ...

Bakhathazekile kufufusa impi yezigodi

Nonhlanhla Mbonambi|Published

BANOVALO abazali babafundi baseNkodibe High, eMtubatuba, ngokufufusa kwempi yezigodi okuthiwa iqalwe wumbango wabafundi. Abazali besigodi sasoGenele nabesigodi uMgqabulabheshu ...

Kushe kwangqongqa uCambridge Food emakethe

Nonhlanhla Mbonambi|Published

KUSHE kwangqongqa isitolo sokudla, iCambridge Food, esisemakethe kuWarwick Junction, eThekwini, ngeSonto . Abazibonele kusha bathe basola sengathi kuqhume izintambo ...

Umnikelo emindenini ekhahlanyezwe yizikhukhula

Nonhlanhla Mbonambi|Published

USOLWAZI Reverend Musa Xulu, uMfundisi Thabani Mazibuko noMnuz Ishwar Ramlutchman benikela ngezimpahla nokudla emindenini ekhahlanyezwe yizikhukhula eNanda ...

Badinga usizo imvula igugulela amathuna egcekeni

Nonhlanhla Mbonambi|Published

USASHAQEKILE umndeni osuhleli namathambo abantu egcekeni emuva kokuguguleka kwamathuna eMachobeni, eNanda, ngenxa yezikhukhula. Umnikazi womuzi, uNkk Lindiwe Ngubane, ...

Kuzolekelelwa abangenamanzi ngemuva kwezikhukhula

Nonhlanhla Mbonambi|Published

UBHEKENE nenkinga yokuntuleka kwamanzi azohlinzeka ngawo umphakathi uMasipala iTheku emva kwezikhukhula ezishiye kukhalwa. UBHEKENE nenkinga yokuntuleka kwamanzi ...

Usuhambe elide ibanga umkhankaso waseShoprite wemikhiqizo kaR5

Nonhlanhla Mbonambi|Published

ULOFU wesinkwa saseShorite obiza uR5 ...

Zitholakele izingwenya zasoThongathi ezigugulwe izikhukhula

Nonhlanhla Mbonambi|Published

ZITHOLAKELE izingwenya ezigugulwe yizikhukhula zaphumela ngaphandle kweCrocodile Creek Farm, oThongathi. Okhulumela eZemvelo KwaZulu-Natal, uMnuz Musa Mntambo, uthe ...

Bafuna izigwenya ezigugulwe yizikhukhula Othongathi

Nonhlanhla Mbonambi|Published

KUTHUNGATHWA izingwenya eziyisihlanu ezigugugulwe yizikhukhula eCrocodile Creek Farm, Othongathi. Kuthiwa izingwenya eziwu-12 zigugulwe yimvula enamandla kodwa ezisikhombisa ...

Uyaveva umlisa onceliswe umphambili wachanyelwa

Nonhlanhla Mbonambi|Published

UYAVEVA umlisa othandana nobulili obufanayo othi unceliswe umphambili, maqede wachanyelwa kusukela ekhanda kuya ebusweni ngesikhathi esendaweni yobumnandi eTshelimnyama, ...

Hlolwa zonke izifo mahhala ngalolu hlelo

Nonhlanhla Mbonambi|Published

KUMENYWA abahlali baseThekwini ukuthi bezohlolwa zonke izifo mahhala ochwepheshe bezempilo kule nyanga ka-Aphreli, ukubungaza usuku lwezempilo emhlabeni wonke jikelele. ...

Amaphoyisa aphenya ngesidumbu esitholakale namanxeba okudutshulwa

Nonhlanhla Mbonambi|Published

AMAPHOYISA aphenya ngesidumbu sowesilisa esitholakale namanxeba okudutshulwa ngeSonto ntambama emgwaqweni u-Oakford, Osindisweni, ngaseVerulam. Okhulumela abezimo ...

Bafuna ubulungiswa ngodlwengulwa kuphindelelwa

Nonhlanhla Mbonambi|Published

UFUNA ubulungiswa umphakathi waseNanda, eMatikwe, ngokudlwengulwa kuphindelelwa kwentombazanyana eneminyaka engu-14, ezigamekweni ezahlukene ngabesilisa abayisithupha ...

Kutholakale izidumbu zabaminze olwandle

Nonhlanhla Mbonambi|Published

KUTHOLAKALE izidumbu zabafana ababili abadlala ibhola lombhoxo, okuthiwa baminze ngeSonto ebusuku, ebhishi laseThekwini. ITHIMBA labatakuli lizothatha izidumbu zababili ...

Uvalo kwanda izigameko zobugebengu emaPosini

Nonhlanhla Mbonambi|Published

USUHLALELE ovalweni umphakathi waseNhlazuka, eMid-Illovo, ngenxa yobugebengu obenzeka ePosini elisesikhungweni, Inhlazuka Thusong Centre. Ilungu lomphakathi elingathandanga ...

Uvele enkantolo obanjwe nesibhamu esiyilahle

Nonhlanhla Mbonambi|Published

UVELE eNkantolo yeMantshi yaseBergville, izolo, umlisa obanjwe nesibhamu esingekho emthethweni, izinhlamvu nempahla okusolwa ukuthi yebiwe. Isibhamu esitholwe kobanjwe ...

Kukhalwa ngothisha abaphuthaza abafundi

Nonhlanhla Mbonambi|Published

UMZALI ufuna uMnyango wezeMfundo ubathathele izinyathelo othisha basePark Hill Secondary, abasolwa ngokuhlukumeza abafundi ngokubaphuthaza, babathinte izitho zangasese ...

Uvalwe thaqa umgwaqo bebhikishela ukuvalwa kwesibhedlela

Nonhlanhla Mbonambi|Published

Umphakathi weseMahlabathini uvale umgwaqo ubhikishela ukuvalwa kwesibhedlela iSt Francis ...

Ababhodlokelwe yibhuloho balinde umnyango ungenelele

Nonhlanhla Mbonambi|Published

BAHLELI emakhaya abafundi nabasebenzi kulandela ukubhodloka kwebhuloho eNdunwana, esigodini saseNgoba, eBergville.

Umkhankaso wokulwa nokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane

Nonhlanhla Mbonambi|Published

AMAPHOYISA agqugquzela umphakathi ukuthi ubambisane nawo, kuliwe nokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane KwaZulu-Natal. AMAPHOYISA emjahweni wokulwisana nokuhlukunyezwa ...

Babhikishele owesifazane oqokwe ukuba yinduna

Nonhlanhla Mbonambi|Published

ATHUKUTHELE amalungu omphakathi aseGulube, eMid-Illovo, ngokuqokwa kwenduna yesifazane, akhala ngokuthi akuyona eyasendaweni. AMALUNGU omphakathi abebhikishela ukuqokwa ...

Abahlengikazi bafuna singavalwa isibhedlela i-St Francis

Nonhlanhla Mbonambi|Published

ABAHLENGIKAZI besibhedlela i-St Francis esisoLundi, bafuna singavalwa ...

Bavele enkantolo ababanjwe nezibhamu

Nonhlanhla Mbonambi|Published

BAVELE eNkantolo yeMantshi yaseVerulam, izolo, abalisa ababili ngamacala okubanjwa bephethe izibhamu nezinhlavu okungekho emthethweni ePhoenix. Okhulumela amaphoyisa ...

Umphakathi uhlalele ovalweni ngenhlwathi

Nonhlanhla Mbonambi|Published

UMNDENI wendoda okusolwa ukuthi yangwinywa yinhlwathi esigodini saseMphendleni, eMandeni, ufisa abasebenza ngezilwane zasendle babalekelele ukunqanda le nyoka. Kusolwa ...