ISOSHA lombutho wezempi wakuleli, iSouth African National Defence Force (SANDF), elisolwa ngokudubula libulale unkosikazi walo, lichazwe njengendoda enodlame ebihlukumeza ...
UHLULEKE ukuzibamba wakhihla isililo owayeyimeya kuMasipala weTheku uNkk Zandile Gumede, iNkantolo eNkulu yaseThekwini ikuhlehlisela uMsombuluko ukuqulwa kwecala ...
Kuhlehle icala lenkohlakalo nokukhwabanisa elibhekene nowayeyimeya yaseThekwini, uNkk Zandile Gumede nabanye eNkantolo eNkulu yaseThekwini, kugula ufakazi.
UMSEBENZI kaMasipala weTheku osewathatha umhlalaphansi, ongufakazi ecaleni lenkohlakalo nokukhwabanisa elibhekene nowayeyimeya yalo mkhandlu, uNkk Zandile Gumede ...
OFAKAZI boMbuso abasebenza kuMasipala weTheku banovalo ukufakaza ecaleni lenkohlakalo kanye nokukhwabanisa elibhekene nowayeyimeya yalo masipala uNksz Zandile Gumede ...
UFAKAZI wokuqala ecaleni elibhekene nowayeyimeya yaseThekwini, uNkk Zandile Gumede nabanye abangu-21 aboshwe nabo, oyinhloko yoPhiko LwezobuQotho nokuPhenya kumasipala, ...
INKANTOLO eNkulu yaseThekwini ithole ukuthi awakaze abe khona amaminithi omhlangano okuthiwa waba phakathi kwabophiko lweCity Integrity and Investigations Unit (CIIU) ...
OMUNYE wemindeni yendoda eboshelwe icala lokubulala owayengunozinti we-Orlando Pirates neBafana Bafana, uSenzo Meyiwa, uthi ababoshiwe bashaywa ngamaphoyisa afuna ...
UGWETSHWE iminyaka engu-16 owesilisa (36) ngecala lokudlwengula indodakazi yowesifazane athandana naye eneminyaka engu-16.
INYUVESI yaKwaZulu Natal iphika owesifazane owabonakala eshaywa etekisini elalisuka eMgungundlovu liya eThekwini emasontweni edlule.
OWESILISA obonakala kwi-video eshaya owesifazane abagibele naye etekisini elisuka eMgungundlovu liya eThekwini, ugeqa amagula ngokwakwenzeka nokuthi kungani agibela ...
NJENGOBA sekungene ihlobo baningi abantu abazofuna ukwehla emzimbeni abanye baqale bashintshe indlela abadla ngayo nokudla abakudlayo.
SEKUKHONA inkundla yokuxhumana ebizwa ngokuthi Ziyakhala Inc esungulwe osomabhizinisi baseThekwini.
INKAMPANI yezokuxhumana kuleli, iMTN, isiqale uhlelo lokuthuthukisa isifundazwe, iKwaZulu-Natal, ngokuthi ithuthukise ingqalasizinda ukuze i-network itholakale ezindaweni ...
UTHI akayindawo owesifazane waseNquthu, obonakale kwithelevishini ekhihla esikaNandi ngenkathi kwethulwa umnakwabo ngoLwesibili ohlelweni
Ungoti wezengqondo, uMnuz Sithembiso Biyela, osebenzela uMnyango wezaBasebenzi noKuqashwa, uthi umuntu wesilisa osuke ebhekene nobunzima bokukhulisa umntwana okungesiye ...
ISAZOBA mandla imvula ehambisana namakhaza namhlanje KwaZulu-Natal. Lokhu kushiwo uNksz Ayanda Nsele, oyisangoma sezulu kwaSA Weather Service.
KUSHONE abantu abawu-11 engozini enyantisa igazi eyenzeke namhlanje ekuseni ngabo-08. 30, emgwaqweni uR612, ophakathi kweXobho neHighflats, KwaZulu Natal.
IHAMBE phambili intokazi yaKwaNongoma, emcintiswaneni woKhozi FM wokuthungatha umsakazi wesifazane, uNksz Bingelela Mpanza.
UZOBUYA uDawn Thandeka King kwi-DiepCity ...
UMBHALI wezincwadi ezithandwa ngabantu besifazane i
ININGI labahlala emgwaqweni eThekwini, KwaZulu Natal, bathi ngeke baze bagome ngoba bazobulawa ngomgomo weCovid-19.
USELALA obenyoni owesilisa waseMalukazi, eMlaza, othi kudutshulwe indodana yakhe, ngesonto eledlule, kanti usola ukuthi lokhu kunenhlese yepolitiki njengoba ebesanda ...
UMASIPALA weTheku uxwayisa abahlala kuleli dolobha ngentuthu enamakhemikhali ayingozi emva kokuba kushe ifemu, iResins eseningizimu yaleli dolobha emgwaqweni, uBalfour, ...
USOMABHIZINISI waseMgungundlovu uthi kufezeke iphupho lakhe leminyaka njengoba ethule umkhiqizo wakhe wokuqala ngaphansi kwenkampani yakhe, iZuluish Automation, ...