Uthishanhloko ukufanisa nephupho ukushiswa komuzi wakhe

Zimbili Vilakazi and Nokulunga Mkize|Published

UTHISHANHLOKO wesikole iNogcoyi Primary KwaNongoma, oshiselwe umuzi nezimoto ezimbili ngeSonto, uthi kusazothatha isikhathi eside ukuthi alungise umonakalo kulandela ...

Kushone abane bedubulana namaphoyisa

Nokulunga Mkize|Published

AMAPHOYISA aphenya amacala okuzama ukubulala amaphoyisa ...

Kufunwa okusolwa ukuthi ubaleke nesoka

Nokulunga Mkize|Published

ABUSEHLI ubuthongo kunina wesitshudeni osekuyophela isonto lesibili sidukile emva kokuthi sihambe sithi siyovakashela isoka.

Babhikishe ngaphandle kwenkantolo asebekhathele ubugebengu

Nokulunga Mkize|Published

ABHIKISHE ngaphandle kweNkantolo yeMantshi yaseVerulam, izolo, amalungu omphakathi abethukuthele efuna bengadedelwa ngebheyili abasolwa ngamacala obugebengu okubalwa ...

‘Awunabungozi umoya obushisa eThekwini’

Nokulunga Mkize|Published

BASALE bethukile abantu bezindawo ezakhele uMasipala weTheku, ngenxa yokuvunguza komoya obushisa ngokungajwayelekile ngoLwesibili ebusuku.

Kufunwa osekuphele izinyanga aduka

Nokulunga Mkize|Published

AMAPHOYISA aKwaDukuza acela ukufuniswa uScelo ...

Utitinywe wagonyuluka ngowabulawa wakhishwa amathumbu

Nokulunga Mkize|Published

UMLISA waseThongathi ...

Kuxwayiswe abashayeli bamaloli ngezingozi

Nokulunga Mkize|Published

BAKHALA ngokuthi ukukhathala nobuthongo kunomthelela ezingozini zomgwaqo ezimbandakanya abashayeli bamaloli.

Bafuna izindlu zabo abakhahlanyezwa yizikhukhula

Nokulunga Mkize|Published

BAFUNA ukwakhelwa izindli ezithi bona asebephenduke omantunta nendishi abakhahlanyezwa yizikhukhula, abagcine belala emnyango ngeledlule emuva kokuxoshwa ehostela ...

Ugcwele amathafa osolwa ngokudlwengula indodakazi

Nokulunga Mkize|Published

UGCWELE amathafa owesilisa okuthiwa ubanjwe oqotsheni edlwengula edlwengula indodakazi yakhe eneminyaka emihlanu, oThongathi ngeSonto ebusuku. Kuthiwa owesilisa ...

Indida ngotholakale ebulewe ephuma kovakasha

Nokulunga Mkize|Published

UDIDEKILE unina womfundi otholakale esigangeni eshonile, isidumbu sakhe sinamanxeba okudutshulwa, ngempelasonto eMsinsi KwaSwayimane. Kuvela ukuthi ngoMgqibelo kutholakale ...

Akavumanga ukukhubazeka kuvimbe iphupho lakhe

Nokulunga Mkize|Published

UZIMISELE ngokukhipha ikhono lokugcina owesifazane osanda kuthola ithuba lokusakaza esiteshini somphakathi, Umoya FM. UNunu Luthuli (42) osakaza uhlelo lwasekuseni ...

Balale emvuleni abaxoshwe ehostela

Nokulunga Mkize|Published

BAKHALA ngokulahlwa nokuphenduka omantunta nendishi abakhahlanyezwa yizikhukhula emva kokuthi bexoshwe ehostela abebehlaliswe kulona eTehuis, ...

Uvele enkantolo ‘ovule icala elingekho’

Nokulunga Mkize|Published

UVELE eNkantolo yeMantshi yasePinetown, izolo, umsolwa oneminyaka engu-24, okuthiwa ubezama ukubamba inkunzi amadoda amathathu, ngoLwesibili, amnqoba ngamandla wabaleka ...

Udutshulwe wafa obehlupha endaweni yobumnandi

Nokulunga Mkize|Published

BASALE bekhungathekile abebehambele indawo yobumnandi e-Artizen Restaurant & Lounge, KwaMashu emva kokuthi kudutshulwe kwabulawa okuthiwa ubehlupha. Umnikazi we-Artizen ...

Injabulo bebuyela emsebenzini emva kweminyaka emithathu

Nokulunga Mkize|Published

BAKHALE izinyembezi zenjabulo abasebenzi bakaMasipala waseNewcastle bebuyela emsebenzini emva kokumiswa iminyaka emithathu baze badlelwa impahla nezimoto. Kuvela ...

Kukhuzwa abacwasa abathandana nobulili obufanayo

Nokulunga Mkize|Published

BAPHUME bagcwala izitaladi bekhuza ukucwaswa kwabathandana nobulili obufanayo bathi basabhekene nezinkinga eziningi uma bezama ukuthola usizo lwezempilo. Lokhu bakusho ...

Injabulo kuvulwa kabusha inxanxathela iSpringfield

Nokulunga Mkize|Published

KUBUYE ithemba lokufukula amabhizinisi ngenkathi kuvulwa kabusha inxanxathela yezitolo, iSpringfield Value Centre. Sekuphele isikhathi ivaliwe ngemva komonakalo ...

Bavale umgwaqo bekhalela amanzi

Nokulunga Mkize|Published

BAVALE umgwaqo uP98 ngezihlahla, bashisa amathayi bekhala ngamanzi abahlali base-Oakfoard, ngaseVerulam, izolo. Amalungu omphakathi athi sekuphele iminyaka emihlanu ...

Uzovela enkantolo osolwa ngokushushumbisa izidakamizwa

Nokulunga Mkize|Published

UZOVELA eNkantolo yeMantshi yaseVerulam namhlanje osolwa ngokushushumbisa izidakamizwa.

Abagculisekile ngophenyo abavundulule amathuna

Nokulunga Mkize|Published

Awugculisekile umphakathi waseWaterloo, eVerulam, njengoba umasipala ukhombisa ukuhudula izinyawo ekuxazululeni udaba ‘lwamathuna’ ayisikhombisa atholakale enkundleni ...

Ugcwele amathafa ogwaze obexoshelwe izidakamizwa esikoleni

Nokulunga Mkize|Published

USAGCWELE amathafa osolwa ngokugwaza umfana washona ngaphandle kwesango lesikole eMlaza, ngoMsombuluko ekuseni.

Bathole ‘amathuna’ becenta enkundleni yezemidlalo

Nokulunga Mkize|Published

USAMANGELE umphakathi waseWaterloo, eVerulam, emuva kokuthola ‘amathuna’ ayisikhombisa angaziwa enkundleni yezemidlalo esendaweni.

Kubulewe umfundi obexoshelwe izidakamizwa

Nokulunga Mkize|Published

BHODLA umlilo umndeni womfana ogwazwe washona ngaphandle kwesango lesikole eMlaza, ngoMsombuluko ekuseni. Kuvela ukuthi uSamkelo Ngiba (19) obengumfundi waseKwazini ...

Luyabuya uhlelo lokulekelela intsha ngezamabhizinisi

Nokulunga Mkize|Published

LUYAQHUBEKA nokulwa nokwenyuka kwezinga lokungasebenzi kwentsha yakuleli ibhange iNedbank. Lokhu lizokwenza ngomkhankaso weYouthX, okuwuhlelo lokuqeqesha intsha ...