Lo mlingisi namhlanje uhlangane nabezindaba ezindlini zesiteshi somsakazo, i-East Coast Radio
KUSOLWA ukuzithwala njengembangela yokumiswa emsebenzini kwesilomo somlingisi woZalo uNtokozo ?Mastermind? Dlamini.
UMLINGISI womdlalo Uzalo, okhonjiswa ku-SABC1 ngoMsombuluko kuya kuLwesihlanu, uthe indawo ekhonjiswa manje yokuphinga kwakhe ayehlanga kahle kumyeni wakhe
ISIPHUMELE obala yathi bekunzima ukuthola indawo eyidlalayo manje emdlalweni iThe Queen, intokazi eyagqama kwabaningi ngesikhathi isohlelweni iBig Brother Mzansi ...
Ulele isibili kuma-2016 Most Influential Young South African elandela uTrevor Noah
Muva nje iMabala Noise ike yasola uDJ Tira ukuthi ube nesandla ekubhuntsheni kokusakaza bukhoma koKhozi FM emcimbini obewenzelwe uMroza Fakude wodumo luka-Van Damme ...
“Anginamuntu engingakhala kuye. Omakhelwane balibikela ikhansela kwafika abantu bakwaMasipala, babhala izinto bahamba ngonyaka odlule. ”
UMCULI osezakhele udumo ngomculo obizwa ngeGqomu uthi uthuke koma nasozwaneni ebona ezinkundleni zokuxhumana ukuthi uqokwe emikhakheni eyehlukene kuma-16th Metro ...
LUYITHUSILE udumo eluthola enkundleni yezokuxhumana, uFacebook, insizwa yaseMsinga, eMaChunwini, * -Israyeli “Qhubinja” Ntombela (25), osematheni kulezi zinsuku. ...
SEBEZOKWAZI ngoLwesibili abaculi bakuleli obekulindeleke bazi namhlanje ukuthi baqokiwe yini emikhakheni eyehlukene emcimbini owenziwa yisiteshi somsakazo iMetro ...
UWUDLELE esibhedlela ukhisimuzi noNcibijane umculi wokholo uLundi Tyamara owaduma ngengoma ethi "Mphefumulo wami" nokuvela izindaba zokuthi uhlaselwe isifo sofuba. ...
Le ntokazi ibisithule lolu hlelo isikhathi esingaphezu kwenyanga ibambele uThembisa Mdoda