Nami njengomuntu osekhulile ijubane akuseyona into yami kodwa ithutshana engilithole |ne-Adam S lingenze ngavuka qingqo kwangathi ngizelwe kabusha.
Angisangenile ngengalo nesiphanga ezimotweni ngenxa yeminye imisebenzi esemqoka yansukuzonke ehambisana nokuhlanganiswa kwephephandaba.
Angazi noma yimina kuphela yini ozifela ngebhola, ogcina eselisondeza kuzona zonke izindawo nalapho lingangeni khona khaxa.
Emuvakokwethulwa kweCaddy yesizukulwane ...
Ziningi izindlela ongayisebenzisa ngayo ingqovungqovu yakwaFord, efike eNingizimu Afrika ngo-Okthoba wonyaka odlule.
Ungayifanisa neqembu lebhola osekuphele iminyaka lidlala esigabeni esikhulu kodwa elingenaso nesisodwa isicoco.
SEKUCACELE noma ngubani ukuthi ushubile umncintiswano phakathi kwezinkampani ezintathu ezingaconsi phansi ebantwini ngamaveni azo asezingeni.
Njengoba kuqala unyaka nabafundi sebebuyele ezikoleni into ekhathaza kakhulu abazali izinto zokuthutha ezihambisa izingane zabo ezikoleni.
Uma ucabanga igama elithi Tata emqondweni kufika isithombe semoto engaqinile, engathembekile futhi okungelula nokuthola izinsimbi zayo uma isifile.
AKUBUZWA ukuthi inkulu impi phakathi kwezinkampani ezikhiqiza amaveni asesitayeleni kuleli.
INHLIZIYO yami namanje isaqaqamba ngokuthola ithuba lokuvivinya iVeloster Turbo.
Sekuyaziwa ukuthi zonke izinkampani sezehlela ngezansi ngezinjini ngenxa yomqansa kwezomnotho.
NGIBONGA angiqedi ukuthi sigcine sifikile isikhathi sokuba ngihlukane neCitroen Cactus.
AKULONA uhlobo lwemoto olungunaminginaye i-Audi Q3 ngoba ihluke kakhulu kwezinye izimoto ezisesigabeni sayo.
Ziyanda izimoto ezisesigabeni esibizwa ngeCrossover eNingizimu Afrika.
Akudingi ukuthi ube “isidabulane” ukuze ubone ukuthi seligaya ngomunye umhlathi emnothweni womhlaba jikelele okuyinto egcina isichaphazela namanye amazwe.
Kusazothatha iminyaka ukuthi kuphele ngayo inqokonqoko yakwaMitsubishi Motors South Africa, iPajero 4x4.
Abantu kumele bazifundise ukuthi akuphangwa umdaka sengathi linile ezimotweni.
I-Infiniti QX80 incintisana nezinye izingadlangadla esigabeni esibizwa nge-F segment lapho kukhona iMercedes GL, Lexus LX570 ne-Toyota Prado.
Kumele bathulelwe isigqoko kwaKia ngendlela asebeshintshe ngayo izinto ezimotweni zabo.
Umculi wangezikhathi zethu owayebizwa nge Ndod’engaziwa ngoba wayehlale ezimboze ubuso, wayenengoma eyayishisa izikhotha esihloko sithi, iPhulumende.
Bayipheka ngomhluzi wenye kwaVW South Africa iGolf GTI.
Sekuye ngawo amagama enkehli ngokufika kwePolo GTi.
Ngizibonele futhi ngazizwela |lokhu obekushiwo inkampani yakwaToyota ukuthi bebengagcini icala ngokwakha iCorolla Quest.
Amasi asebekwe elangeni ngezimoto ezizobanga isicoco semoto yonyaka.