Izwe lakithi eNingizimu Afrika lihlaselwe isihlava esibi esinyantisayo sokubulawa kwabesifazane nezingane bebulawa ngabantu abathi bayizithandwa zabo.
MHLELI: Ngingathokoza uma ungangipha isiqeshana kwelakho kuyinyanga yamadoda nami ngiveze umbono wami noma ulwazi ngendoda ukuthi iyini. Okokuqala indoda iyanakekela ...
Namanje ngisakhala nge-albhamu yeKolodo ethi Incithab?chopho ngoba kade yahanjiswa oKhozini
Kuyichilo ukuthi kungakhona umuntu wesifazane othi ufuna amadoda amane, ingane akukhathalekile ukuthi kuzoba ngekabani.
MHLELI: Hhayi sekuyadumaza okwe-ANC sengathi kwayona ayisazi ukuthi kubuhlungu kuphi.