Ezothando: Ngikhuleliswe wumfowabo wesoka lami ngephutha

MO & PHINDI|Published

Angiboni ngizokwazi ukuhlala nale mfihlo kuze kube sekugcineni.

Ezothando: Ngiyamthanda kodwa angijwayele ukuthandana nomuntu ongekho ezingeni lami

MO & PHINDI|Published

Besihlezi kahle yonke le minyaka eyisikhombisa sishadile nomyeni wami.

#Ezothando: Sekuphele izinyanga unkosikazi akafuni ngimthinte

MO & PHINDI|Published

uvele angangikhulumisi futhi angafuni ngisho ngimthinte ekameleni

Ezothando: Sengikhathele wukulinda umshado engathenjiswa wona

MO & PHINDI|Published

Nginenkinga ngalokhu ngoba mina ngibona sengathi useyangijikela ngodaba lomshado

[EZOTHANDO] Umamezala ugoloze nepasi lomyeni wami oshonile

MO & PHINDI|Published

Ngenxa yokuthi anginalo ipasi lakhe angikwazi ngisho ukulandelela indaba yezimali zakhe zasemsebenzini

[Ezothando] Ingoduso yami ayizimisele ukungitholela abantwana

MO & PHINDI|Published

Engikwaziyo nje ukuthi ekugcineni ngithanda ukuba nabantwana abathi mina

Ezothando: Abasemzini bathi ngabulala umyeni wami ngengculazi

MO & PHINDI|Published

Ngathola ukuthi umyeni wami wangithelela ngegciwane lengculazi emva kweminyaka eminingi sishadile

[EZOTHANDO] Ukuxabana akuhlangene nenkonzo yasekamelweni

MO & PHINDI|Published

Unkosikazi wami unokusebenzisa inkonzo yasekamelweni ukungijezisa

#Ezothando: Uma kuwuKhisimusi ngiphenduka isigqila sasemzini

MO & PHINDI|Published

Kuma mina ngedwa ekhishini aze aphele wonke amaholidi

#Ezothando: Ngihlukene nesithandwa sami, azoba muncu la maholidi

MO & PHINDI|Published

Ngiyazibuza ukuthi ngizoba yini ngaphandle kwalo

#Ezothando: Ngisindisiwe kodwa ngizifela ngabesilisa abangakholwa

MO & PHINDI|Published

Ngingowesifazane osindisiwe onokuthanda abantu besilisa abangakholwa. Ngiyazifela ngabo.

#Ezothando: Umkami akazithandi uyinuku nendlu igcina isihlanzwa yimi

MO & PHINDI|Published

Nginenkinga kankosikazi ongazithandi ngendlela engingafisa ukuthi azithande ngayo njengomuntu wesifazane

Umyeni kadadewethu uyajola ngimcebe yini noma ngithule?

MO & PHINDI|Published

Ngenyanga edlule ngithole ukuthi umyeni kadadewethu omdala akathembekile emshadweni wabo

[EZOTHANDO] Nginesikhwele umkami uzosebenza nowayeyisoka

MO & PHINDI|Published

Ngizizwa ngingakhululekile noma ngazi ukuthi ngiyamethemba unkosikazi wami

[Ezothando] Akusemnandi emshadweni ngenxa yomkami obalisayo

MO & PHINDI|Published

Ayikho into ehamba kahle emehlweni akhe

[EZOTHANDO] Sishadile kodwa asikaze sihlale ndawonye nomyeni wami

MO & PHINDI|Published

Emva komshado ngazitshela ukuthi uzofuna ukuthi sihlale ndawonye

[EZOTHANDO] Ngithole imishanguzo yeHIV ifihliwe ezimpahleni zesoka lami

MO & PHINDI|Published

Ngathuka ngoma ngoba akakaze asho lutho kumina

[EZOTHANDO] Izingane zami azimfuni nhlobo umyeni wami

MO & PHINDI|Published

Naye useze waphuma kubona njengoba ebona sengathi abamuzwa nhlobo

[EZOTHANDO] Umyeni wami usefuna ukuthatha unkosikazi wesibili

MO & PHINDI|Published

Ngikubeke kwacaca ukuthi angizimisele ukuba sesithenjini ngoba akazange angitshele izifiso zakhe ngaphambi kokungena kulo mshado

EZOTHANDO: Ukhuluma ngomkakhe owashona njalo ebe enami

MO & PHINDI|Published

Kuyangikhathaza kakhulu lokhu futhi sengikhathele manje

EZOTHANDO: Unkosikazi akangikhulumisi inyanga yonke uma sixabane

MO & PHINDI|Published

Loku ukwenza ngisho nanoma kuwuye osephutheni

EZOTHANDO: Siyathandana asikaze sibonane ubuso nobuso

MO & PHINDI|Published

Sahlangana ezinkundleni zokuxhumana sathandana uthuli

EZOTHANDO: Unkosikazi wami unginunusela ngeholo lakhe eledlula elami

MO & PHINDI|Published

Noma engakwenzi lokhu ngokudelela kodwa uhlezi efaka ukuthi mina angilethi mali etheni ekhaya

EZOTHANDO: Ngashada ngenqubo yesonto, umyeni wami akangigculisi

MO & PHINDI|Published

Akasiyo nhlobo le nto engangiyifisa empilweni yami. . .

EZOTHANDO: Ngishadelwe nginabantwana kodwa ngisawathanda amadoda

MO & PHINDI|Published

'Kuze kube namuhla ngisayithokozela impilo yami nabanye abesilisa kangangokuba ngize ngimshiye endlini ngiyozithokozisa nabo, engazi yena'