I-ANC ivikela uNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uNkk Nonhlanhla Khoza, umnyango wakhe osolwa ngenkohlakalo nokukhwabanisa mayelana nethenda ...
IZINHLAKA ezehlukene emphakathini sezizwakalise ukukhathazeka ngoR70 billion, i-IMF ewuboleke iNingizimu Afrika ukuze ilwe neCorona. Enye yezinyunyana ezindala kuleli, ...
ISILO samabandla uGoodwill Zwelithini sinxuse uhulumeni nezinyunyana ukuba zilusingathe kahle udaba lokubuyela nokungabuyeli kwezingane ezikoleni emuva kokubheduka ...
UMENGAMELI we-EFF, uMnuz Julius Malema, ophakamisa ukuthi kuhlehliswe ukhetho lohulumeni basekhaya lwangonyaka ozayo emva kokubheduka kweCorona
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal uMnuz Sihle Zikalala, umemezele ukuthi uhulumeni wesifundazwe uzohlinzeka ngohlelo lwezobuchwepheshe isikole iLangalakhe High, eMgungundlovu. ...
KUHLUKENE imibono kubanikazi bezindawo zokucima ukoma mayelana nesinqumo sikahulumeni sokuphinde avale utshwala. Utshwala bese buvalwa okwesibili emuva kokubheduka ...
LISAZOQHUBEKA nokubhadla ezitokisini isosha lombutho weSouth African National Defense Force (SANDF) eliboshwe ngecala lokubulala.
BASAKHUNGATHEKILE abasebenzi basepulazini eliseduze kwasedamini iHazelmere ngaseVerulam emva kokuthola isidumbu sendoda esimobeni ngoMgqibelo.
KUGXEKWA udlame lwamatekisi eMzinyathi, eNanda, oseludlule nenqwaba yemiphefumulo, lwaphinde lwaqubula nengebhe kubantu emva kwezigameko zakamuva zokudutshulwa kwamatekisi ...
ZEHLILE izibalo zamacala okudlwengula nokuhlukunyezwa kwabesifazane eNanda emva kokuthi uMengameli Cyril Ramaphosa amemezela ukuvalwa kwezwe kulandela ukubheduka ...
UNGQONGQOSHE wezokuBusa nokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal uMnuz Sipho Hlomuka uthe nakuba ikhona inqubekela phambili encane eyenziwe ngomasipala besifundazwe ...
ZEHLILE izibalo zamacala okudlwengula nokuhlukunyezwa kwabesifazane eNanda emva kokuthi uMengameli Cyril Ramaphosa amemezela ukuvalwa kwezwe kulandela ukubheduka ...
I-ANC inqume ukuthi izihlehlise zonke izingqungquthela zayo obekumele zibe kulo nyaka emva kokubheduka kweCorona.
IXOSHIWE iMeya kaMasipala waseMtubatuba emele i-IFP uMnuz Velangenkosi Gumede ngoba esolwa ngokuba nesandla esilula kwi-ANC nokuhlulelwa ukuxosha imenenja yomkhandlu ...
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal uMnuz Sihle Zikalala uthe bazozivala izindawo zokuvakasha ezingeke ziyilandele imibandela kathaqa emva kokuthathwa kwesinqumo sokuthi ...
UMnuz Nkosingiphile Gumede (36) uvele eNkantolo yeMantshi yaseMlaza izolo mayelana necala lokubulala uMaphumulo.
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal uMnuz Sihle Zikalala uxwayisa ngokuthi bazosiqinisa isandla ukuqinisekisa ukuthi abantu bayayilandela imigomo kathaqa emva kokwenyuka ...
ZISHAYISA ngovalo izibalo zakamuva ezikhishwe yiStats SA mayelana nokuntuleka kwamathuba emisebenzi kuleli okunovalo lokuthi zingase zinyuke ziye ku-50%, zisuka ...
USUPHELILE ukulungiswa umgwaqo uM4 phakathi kweSibaya noMhlanga eThekwini, obusuvalwe izinyanga eziyisithupha kulandela ukucekelwa phansi yizikhukhula ngonyaka odlule. ...
UNGQONGQOSHE wezeziMali KwaZulu-Natal, uMnuz Ravi Pillay, uthi iKwaZulu-Natal izolahlekelwa wu-14% wemisebenzi ngenxa yeCorona.
UNGQOGQOSHE wezeziMali KwaZulu-Natal uMnuz Ravi Pillay uthe isifundazwe sesisebenzise uR1. 3 billion, sizama ukubhekana neCorona.
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal uMnuz Sihle Zikalala uthe iCorona isiphazamisile isabelo-mali seminyango kahulumeni esifundazweni njengoba bephoqeleka ukuthi bahambe ...
KAYENYUSWANGA imali eyabelwa iSilo samaBandla, uGoodwill Zwelithini - ilokhu ime kuR71. 344 million esasabelwe wona ngokwedlule.
INYUNYANA yothisha i-Educators' Union of South Africa (EUSA) isabisa ngokuthi izosiphonsela inselelo enkantolo isinqumo soMnyango weMfundo eyisisekelo sokuvula izikole ...