AMAZULU FC asegawulwe yizembe izikhawu ezine selokhe kwasungulwa iPremier Soccer League kodwa asanalo ithemba lokusinda kule sizini.
ITshakhuma ithenge isitifiketi seBidvest Wits sokugijima kwi-Absa Premiership kusukela ngesizini ezayo.
Isamubusa intshisekelo yokuphumelela njengoba elobizela ukuhola iqembu lakhe liphakamise indebe ka-10 ye-Absa Premiership.
NgokukaMosimane, iChiefs ikulo mbango nje, ingenxa yokusizwa amaphutha amaningi enziwa onondweba kodwa uma bedlalisa yona kuphela.
KUVELA amaqiniso ngesilomo somdlali weBafana Bafana, uSiyanda “Magazi” Xulu, osanda kusayina inkontileka yeminyaka emibili neHopoel Tel Aviv FC, yakwa-Israel. Lesi ...
ILEEDS United isibuyele kwi-English Premier League (EPL) ngemuva kweminyaka ewu-16 ingadlali esigabeni esiphezulu. I-The Whites ibuyele lapho zinoju khona ngemuva ...
UBHEKE kwi-Orlando Pirates umgadli weSuperSport United, Bradley Grobler. Leli phephandaba lithole ngomthombo walo othembekile ukuthi uGrobler uzophelela kweZimnyama. ...
OWAYENGUMGADLI weKaizer Chiefs, uKnowledge Musona, uzoqhubeka nokuhlala eBelgium yize amaqembu aseNingizimu Afrika ebezemisele ukumthola uma isimo sivuma. Imenenja ...
UXulu, owayaziwa ngoSugar Ray ngezikhathi zakhe zebhola, udlule emhlabeni ngoMsombuluko eneminyaka engu-81. Ubehlushwa wumdlavuza wendlala yamadoda. Ushonele esibhedlela ...
UMDLALI weBafana Bafana uBongani Zungu usehoxile esikwatini seqembu esizobhekana neMali emdlalweni weNelson Mandela Challenge ozobe useNelson Mandela Bay Stadium, ...
AKANANXA noSihlalo weChippa United obengumqeqeshi uClinton Larsen odalule ukuthi akacasukile ngokuxoshwa kwakhe kuleli qembu.
Ngibona ukuthi inkinga iqala ekutheni singabantu baseMzansi Afrika siyathula sibuke uma lezi zigameko zenzeka
I-SUPERSPORT United ichithe iKaizer Chiefs ebigaqele ngabomvu umgadli wayo, u-Evans Rusike.
AKADAYISI umdlali we-Orlando Pirates, uJustin Shonga.
UMDLALI weKaizer Chiefs, uKhama Billiat osekuvele ukuthi kukhona amaqembu amfunayo akazimisele ngokushiya leli qembu laseNaturena.
UMQEQESHI weMaritzburg United, u-Eric Tinkler, ukhala uyazithulisa ngokuhamba kwabanye abadlali abebephambili eqenjini lakhe.
KUBUKEKA ukaputeni we-Orlando Pirates, uHappy Jele, ezoqhubeka nokuhlala kumaBhakabhaka yize lena kuyinyanga yokugcina kwinkontileka anayo neqembu.
I-ORLANDO Pirates izimisele ngokuxoxa nomdlali wayo uZakhele Lepasa ngekusasa lakhe.
ONGAPHANSI nongaphezulu phakathi kweMaritzburg United neCape Town City okuthiwa babanga ukusayinisa uNdumiso Mabena.
UMGADLI waMaZulu FC, uBongi Ntuli, ufuna ukuba nesizini engcono eqenjini kulena ezoqala
UMDLALI ochithwe yiKaizer Chiefs, uPule Ekstein, kungenzeka ayeke ithuba lokuyodlala phesheya ancamele ukuhlala eNingizimu Afrika
UMDLALI weSuperSport United (SSU), uTeboho Mokoena, uzoya kozama inhlanhla eqenjini laseFrance ngenyanga ezayo.
AYILILAHLILE ithemba lokuzibekisela indawo kwi-Absa Premiership, iRoyal Eagles esale idangele ishweba ithuba lokudla umhlanganiso kwiNational First Division (NFD) ...
Abadlali babenikwe ikhefu elifushane likaKhisimusi ngemuva komdlalo wokugcina ka-2018 lapho babebhekene neBaroka FC eHarry Gwala Stadium, eMgungundlovu.
Usuthu lunerekhodi elihle kule sizini eKing Zwelithini Stadium njengoba lungakashaywa kuyona yonke imiqhudelwano.