PHEZU kokuba abakuphokophelele kakhulu kuwukulwela ukuya kumaPlay-Offs kazwelonke eSafa ABC Motsepe League kodwa umqeqeshi woMkhambatbhi FC, uXolani Khumalo, ukubeka ...
KUNGAKAPHELI sikhathi esingakanani uSinethemba Badela ethathe izintambo zokuqeqesha iDurban City, usekhonjwe indlela kuleli qembu ngezizathu ezingakadalulwa ngabaphathi ...
UMQEQESHI weChippa United, uVusumuzi " Kanu" Vilakazi, ubona kube nomthelela omuhle ukusebenza ngesimo somqondo kumdlali waleli qembu, uSinoxolo Kwayiba, ovuke wazithatha ...
PHEZU kokudlulela emzuliswaneni weLast 16 ngokubhaxabula iTshakhuma Tsha Madzivhandile (TTM) ngo 4-1 koweNedbank Cup Last 32 kodwa umqeqeshi we-Orlando Pirates, ...
NOMA evuma ukuthi ziseningi izinselelo ezisabhekene nabagwedli abamnyama okubalwa kuzo ukwentula uxhaso, kodwa umgwedli osengumakadebona, uSbonelo Khwela, unethemba ...
IKAIZER Chiefs izibeke ethubeni lokudlulela kowama-quarterfinal eCaf Confederation Cup iguqisa i-Al Masry yase-Egypt emdlalweni kaGroup D ePeter Mokaba Stadium, ...
ABALANDELI bebhola le-English PremIer League namaphanta jikelele baqala inyanga kaFebhuwari ngomdlalo ohlabahlosile wokududulana kwezingqungqulu iLiverpool neManchester ...
IFOMU yakamuva yeKaizer Chiefs yeCaf Confederation Cup kufanele nakanjani ibe yisikhuthazi emidlalweni yayo yomibili emibili yokusonga isigaba samaqoqo ukuze izibeke ...
OWAYENGUKAPUTENI weqembu lesizwe iBafana Bafana, uLucas " Rhoo" Radebe, ubona sesifikile isikhathi sokuthi ibhola laseNingizimu Afrika libe nomholi ozolithatha alibeke ...
UKUQALA umzuliswano wesibili wesizini ka-2025/26 ngeledlule kwamaqembu eSafa KwaZulu-Natal ABC Motsepe League akubuzwa ukuthi kusho ukuqala koshikishi emaqenjini ...
UMQEQESHI weRichards Bay FC, uRonnie Gabriel, akangabazi nakancane ukuthi uSanele Barns uzoba wusizo kuleli qembu ngenxay yolwazi analo ngendlela elidlala ngayo. ...
UMDLALI wasesiswini nokaputeni we-Orbit College, u-Atisang Batsi, akumethusi ukwephula irekhodi lokuba ngumdlali omdala kunabo bonke ukushaya igoli emdlalweni wePremier ...
UNXUSE umoya wokukhuthazana nokukhulisana phakathi kozakwabo anabo emkhakheni wonompempe, uJean " Bhokhathi" Ndebele, obuye nendondo yeReferee of the Season ehambisana ...
YIZE evuma ukuthi luselude ukhalo kodwa umqeqeshi waMaZulu FC, u-Arthur Zwane, ubona ezakhe zizowuthola umvuzo ngokuqhubeka nokusebenza ngokuzikhadla ekuuqoqeni ...
UMQEQESHI weRichards Bay FC, uRonnie Gabriel, ubona umgadli wakhe uLundi Mahala esazodlondlobala afike ezingeni lokuba ngumgadli oseqophelweni eliphezulu kwiBetway ...
KUVULIWE ukungenela amaKZN Sports Awards anonyaka.
OYIMENENJA yeMilford FC, uSphethu Pupuma, uveze ukuthi sebezibophezele ukukhipha wonke amangwevu ekulweleleni ukunqoba isicoco seligi yeMotsepe Foundation Championship ...
IKAIZER Chiefs iphinde yazibeka ethubeni lokufaka ukushisa buthule embangweni wesicoco seligi yeBetway Premiership igudluza izimbangi i-Orlando Pirates kwi-log ngokushaya ...
KUBUKEKA kuzogiya iMamelodi Sundowns Ladies eminxeni eyahlukene yabaqokwe kumaHollywoodbets Super League Awards azoba ngeSonto.
UKUKHULA elandelwa yigama elibi likayise owayeyisigbebengu esaziwayo emphakathini, u-Oswin Appollis kwamphonsela inselelo yokuzakhela igama elihle njengoba namuhla ...
UKHWELE wadilika kulabo abachaze njengamahlubuka amjjikele esiswini njengotshwala ngokuba yizimbangi zakhe okhethweni, uMazwi Mkhize, odle umhlanganiso wabuyela ...
PHEZU kokuthatha isinqumo sokudlalela yonke imidlalo yayo yasekhaya eMpumalanga Stadium, eHammarsdale kodwa usihlalo weMidlands Wanderers, uVincent " Masenti" Myeni, ...
UMQEQESHI weKaizer Chiefs, uCedric Kaze, ukhiphe umlayezo oshubile ewubhekise kulabo akholwa wukuthi bakhombisa ukungamhloniphi yena nozakwabo aqeqesha naye ngokubambisana, ...
I-HOLLYWOOD Athletics Club isiphinde yavula unyaka ngokubamba abanye " ofishi" abakhulu ngokusayinisa izihlabani ezimbili zabagijimi, uTete Dijana no-Edward Mothibi, ...
UMQEQESHI weLamontville Golden Arrows, uManqoba Mngqithi, uphinde wazwakalisa ilaka lakhe ngobumqoka bokuthi kuphuthunyiswe ukwethulwa kwe-Video Assistant Referee ...