USEDLULILE emhlabeni u-Archbishop Desmond Tutu, owaba ngumbhishobhi wokuqala omnyama eKapa. Izindaba zokudlula kukaTutu ziqinisekiswe wumengameli Cyril Ramaphosa ...
UMQONDISI wenkampani ye-Information Technology (I. T) esizakhele igama eThekwini, i-Innovative Technology Solutions, uthi kufanele ugotshwe usemanzi umuthi, izingane ...
Uthe lokhu kwenzeka besathandana beneminyaka engaphansi kuka-20, kubo kanina kaJub Jub uMama Jackie (Jackie Maarohanye). UMasechaba uthe naye wamdlwengula esayintombi ...
Kwivideo uveza ukuthi uJub Jub, ongumethuli we-
ABALANDELI balowo owayengumengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, sebeyilindele ngabomvu incwadi yakhe ezophuma ungakasongwa lo nyaka.
Ukuvalelwa kwezindiza ezivela eNingizimu Afrika, ngenxa yegciwane i-Omicron ebese livele likhona e-Europe, akuwenzi umqondo.
AYIVUMI ukuphela impi phakathi kwelungu le-ANC ePhalamende uMnuz Fikile Mbalula nowayengumsebenzi wayo eLuthuli House, uCarl Neihaus.
UMENGAMELI we-EFF, uMnuz Julius Malema, uthi i-ANC iyohamba isindela uMnuz Jacob Zuma noMnuz Ace Magashule, ngokunqoba umkhandlu waseThekwini.
INHLOKO yezokukhankasa kwi-ANC, uMnuz Fikile Mbalula, ithi ukudliwa kwabo komasipala abakhulu eGuateng nakwezinye izindawo kuleli, kuyinkomba yokuthi idinga ukuvuselelwa ...
UMHOLI we-EFF ugadle ephindelela kumengameli we-ANC uMnuz Cyril Ramaphosa, ngokwenza ’lubhore’ ukhetho lohulumeni basekhaya nokuyinto athi ibe nomthelela kwisibalo ...
UMENGAMELI we-EFF uMnuz Julius Malema uthi ujabule ngemiphumela abayitholile okhethweni lohulumeni basekhaya, nakuba benganqobanga nowodwa umasipala
IPHINI likaMengameli we-EFF, uMnuz Floyd Shivambu, lithi i-EFF ivule izandla kuwo wonke amaqembu ezombusazwe azimisele ukukhuluma nayo babone ukuthi batholana kanjani. ...
UMHOLI we-UDM, uMnuz Bantu Holomisa, uthi akulindwe ukuthi kuphothukwe ukubalwa kwamavoti ngoLwesine ngaphambi kokuthi bazitshele ukuthi kuphelile ngeqembu lakhe. ...
UMHOLI we-EFF ongabonwa nangokhalo ezikhungweni ze-IEC ezibala amavoti, uMnuz Julius Malema, uthi uzoba nesithangami nabezindaba ngoLwesine, ePitoli.
UMUNWE uwubhekise kwi-Eskom usihlalo we-ANC kuzwelonke, uMnuz Gwede Mantashe, ngokuthikamezeka komgqigqo we-ANC ngesikhathi ikhankasela amavoti ngaphambi kokhetho ...
INHLOKO yezinhlelo zokukhankasela ukhetho lohulumeni basekhaya kwi-ANC uMnuz Fikile Mbalula uthi bajabule ngezibalo zamavoti aseqoqwe yi-ANC njengoba kusaqhubeka ...
USETSWEBHU we-IFP ePhalamende uMnuz Narend Singh uthi siyaphoxa isibalo sabantu abakhethe ukungavoti okhethweni lohulumeni basekhaya ngoMsombuluko.
Kubambezela iqembu ukudembesela kwabaphathi beManchester United, ukuthola umqeqeshi omusha
SONKE sinezinto ezincane esingazithandi ezweni lethu esilithandayo futhi esingafisa ukuthi ziguquke.
INKANTOLO inqume ukumnika ibheyili kaR20 000 umsolwa obewungqongqoshe eMpumalanga, ecaleni lokubulala ababili.
UNOBHALA jikelele we-ANC omisiwe, uMnuz Ace Magashule, usaqhubeka nokuthi kudlalwa ipolitiki ngecala abhekene nalo lenkohlakalo elithinta ithenda kaR255 million ...
IVALIWE imgwaqo ethintekayo enkabeni yedolobha eGoli kulandela ukushiswa kwamatekisi amane, amanye ashaywa aphihlizwa amawindi.
UNQGONGQOSHE wamaphoyisa kuleli uMnuz Bheki Cele usekugxekile ukuziphatha kwabokufika kuDurban Road, eKorsten eGqeberha.
UMHOLI we-EFF uMnuz Julius Malema uthi undunankulu wase-Eastern Cape, uMnuz Oscar Mabuyane, kumele asheshe azisukele yena kulesi sikhundla kulandela ukuvela kwegama ...
UMASIPALA weTheku usugcine uphefumulile ngezikhalo ngokususwa kwesikhangiso ebesiveza umlando wamakhosi akwaZulu.