UBHEKE ukuthi bashaye amagoli amabili noma amathathu kusukela ngoLwesihlanu uma bedlala imidlalo yasekhaya umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane
“Umqeqeshi angaba musha eqenjini kodwa abadlali kudala bekhona. . . "
UKUQALA kahle isizini kweLamontville Golden Arrows kufakazelwe wukuqokwa komqeqeshi weqembu uClinton Larsen njengobaqwaqwade emakhanda bonke abaqeqeshi be-Absa Premiership ...
UBHEKE iFree State Stars ehlukile kunalena ebeyidlala ngomzuliswano wokuqala wesizini umqeqeshi weKaizer Chiefs uSteve "Mphathi" Komphela
“Yebo uqinisile umqeqeshi uma ethi angisiyona impendulo enkingeni yamagoli ebhekene naleli qembu kodwa ngiyingxenye yesisombulolo salokho. . . "
UMQEQESHI weBloemfontein Celtic, uLehlohonolo Seema, uthe uyazi ukuthi i-Orlando Pirates ayiqinile kuphi yingakho eyishaye ngo 2-1 emdlalweni we-Absa Premiership ...
YIZE iqembu lakhe likwazile ukushaya izimbangi zalo i-Orlando Pirates kodwa umqeqeshi weKaizer Chiefs uSteve Komphela uthi akakeneliseki ngendlela abadlala ngayo ...
U-Ephraim Mashaba ubona usavikelekile umsebenzi wakhe eqenjini lesizwe.
Isikhulu esiphezulu seSafa, uDennis Mumble, sithe bazoludingida ngempelasonto udaba lomqeqeshi weBafana Bafana, u-Ephraim Mashaba.
Yize ifomu kaBrighton Mhlongo eqenjini lakhe i-Orlando Pirates imthathe yamfaka eqenjini lesizwe kodwa lo nozinti akaziboni esengcono kunazobe ebanga nabo ijezi ...
Uzokwaneliseka kuphela uma enganqoba indebe yeNedbank Cup umqeqeshi we-Orlando Pirates u-Eric Tinkler.
Ukukhula kukaBrighton Mhlongo ezintini ze-Orlando Pirates sekubonwe nawumqeqeshi weBafana Bafana u-Ephraim Mashaba.
Uthembise ukubophela iqembu eliqinile umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uPitso Mosimane uma ezakhe sezidudulana neBidvest Wits.
Abadlali beMamelodi Sundowns bahlela ukuyihlasela zisuka i-AS Vita emdlalweni weCaf Champions League, ngokusho kukaRamahlwe Mphahlele.
Akukho nokuncane ukuthandabuza ukuthi umdlalo weNedbank Cup Last 16 phakathi kweJomo Cosmos ne-Orlando Pirates uzobe ungowamagqubu.
Kungenzeka ukuthi kukhona abangasayibali iKaizer Chiefs njengelinye lamaqembu azohamba ibanga elide kuCaf Champions League.
Isitobha se-Orlando Pirates, u-Edwin Gyimah, sifuna bayibhaxabule kabili iJomo Cosmos.
Umgadli we-Orlando Pirates, uLehlohonolo Majoro kungenzeka kube nguye oqalayo uma leli qembu selidlala nezimbangi iKaizer Chiefs.
I-Orlando Pirates izolwela ukubuyisa isithunzi uma isibhekene neFree State Stars.
Akafuni kusetshenziswe ukushona komdlali wakhe uMondli Cele njengento esaphazamisa abadlali bakhe umqeqeshi weMaritzburg United.
I-ORLANDO Pirates izobhekana ne-University of Pretoria bengekho abanye babadlali bayo basemuva, ngokusho komqeqeshi u-Eric Tinkler.
Ukhale ezimathonsi uSteve Komphela ngonompempe abebephethe umdlalo wabakhaya.
AKUKHO ukukhuthazeka okudlula okutholwe ngumqeqeshi weMamelodi Sundowns ngaphambi komdlalo wezakhe neSuperSport United.
UMDLALI oyisethenjwa kuMamelodi Sundowns uKhama Billiat uthi sebegxile emdlalweni we-Absa Premiership olandelayo wabakhaya.
Akukho ukuthandabuza ukuthi umqeqeshi weKaizer Chiefs ukulangazelele ngayo yonke indlela ukuwina umdlalo wezakhe neMamelodi Sundowns.