ZIYAWUSHAYA esikhulwini samaZulu FC okuthiwa zishadwa wumdlali webhola okuleli qembu.
USINDE ehlaselwa yizigebengu umculi weGospel okuthiwa ubesemcimbini abeqashelwe ukunandisa kuwo ngoLwesihlanu ebusuku.
NGOKUJWAYELEKILE izinkukhu ezisetshenziswa ngabantu abasuke benza umkhuba wokukhipha amabhadi nesinyama, kuba uhlobo lwezilwane ezitholakala kude.
LICHITHIWE icala lomlingisi obesolwa ngokunukubeza uzakwabo, okuthiwa waziwotawota umphambili embhekile, ngesikhathi beqopha umdlalo ababelingisa kuwo ngo2021.
KUGQASHUKE igoda phakathi kukaSlenda Da Dancing DJ, nesithandwa sakhe uSenzo “Msenzisto” Shezi wase-Afrotainment. Kuthiwa ...
INTOKAZI engusaziwayo ikhwele yadilika kulabo abagxeke ukuqokwa kwendodakazi engenele umncintiswano kanobuhle, ngoba besola ukuthi yenzelelwe.
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa kuleli, uMnuz Bheki Cele ukhale ngokulahleka konembeza ezigebengwini ezishiya kuvalwe ngehlahla esifundazweni saKwaZulu-Natal.
KWENZEKE isimanga kuvuka ekufeni owesilisa obesehlonzwe abezimo eziphuthumayo ukuthi ushonile, emva kokudutshulwa ngoLwesine ntambama nomfowabo omdala epulazini ...
INYANGA yodumo, uBongolethu ...
AKAYINGENI uDJ Sbu eyokubuyela kwiSABC. Kepha, ezinkundleni zokuxhumana sekusabalele izindaba ezingesilo iqiniso ngaye.
IZINTOKAZI eziyizisulu ecaleni lomfundisi waseNigeria, osolwa emacaleni awu-63, ziyaziqhelelanisa neqophamlando elizokhonjiswa kwiShowmax.
LIGQASHUKILE igoda phakathi komlingisi obese ezakhele udumo nogazi kubalandeli bomdlalo,
USEYAKHOKHA obesolwa ngokudla imali yesihlabani somculi wakuleli, uBulelwa “Zahara” Mkutukana.
KWENZEKE okungajwayelekile ngesikhathi owesilisa waseRichmond, eSilahla, eshona ngemuva kwamahora ambalwa eqeda kushadelwa.
UZOHLINZEKWA ngosizo lokwelulekwa ngokwengqondo umndeni wakwaMemela, lapho kusocongwe khona amalungu angu-10 ngoLwesine ebusuku eMbali, eMgungundlovu.
UMLINGISI woZalo ugubhe usuku lwakhe lokuzalwa, enikela ngamaqakelo nezicathulo kubafundi bezikole ezahlukene eManguzi, kwaMhlabuyalingana.
UDINWE ugane unwabu owesilisa waKwaNdengezi, othi ubhaxabulwe ngamaphoyisa esiteshini sakuleli lokishi, ethi uyovula icala.
UPHUNYUKE emlonyeni wengwenya umculi kamaskandi ngemva kokuhlaselwa yizigubengu ebezihlomile emzini wakhe, zashaqa impahla namaselelula eVosloroous, eGoli.
LISHAYELWE izandla ithalente lentsha yaseNanda, KwaMashu naseNtuzuma ebingenele umncintiswano weGospel Icon Discovery, ...
NGOLWAMANQAMU namhlanje kwabangenele umncintiswano we
UPHITHENE amakhanda umndeni obanga isidumbu sendodana nabasekhweni, abathi bazozingcwabela bona umkhwenyana.
UMNDENI waloyo owayengumdlali weMamelodi Sundowns usuthole inyanga ezokwelapha le nsizwa ethuse abaningi ngesikhathi kusabalala izithombe zayo kuleli sonto ezinkundleni ...
ITHEMBISA likhulu intokazi ebingenele imncintiswano iBig Brother Titans ephume emncintiswaneni ngeSonto eledlule.
UWOTHA ubomvu umzali womfundi okuthiwa usinde ezama ukuzibulala esikoleni ngenxa kathisha okubikwa ukuthi usemphendule inhlekisa kwabanye abafundi afunda nabo.