OMPETHA beDStv Premiershp eNingizimu Afrika, iMamelodi Sundowns, baqophe umlando ngokuba semaqenjini okuqala ukuba yingxenye ye-Africa Football League (AFL). Izolo ...
IZINTANDOKAZI zezwe, iBanyana Banyana, zizophinde zibumbanise iNingizimu Afrika seziqala imidlalo yokuhlungela ama-Olympic Games ango-2024 neDemocratic Republic ...
KUSUKA kuqale isizini ka-2023/2024, iKaizer Chiefs ingabalwa namaqembu angaqondakali ukuthi adlala kahle noma ayaboza yini. Kepha ukuqoshwa kukasihlalo wayo, uKaizer ...
KUQHILIKE izihlathi kumqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, evika izigagayi ebholeni lase-Afrika, iSenegal neMorroco, ekuqhathweni kwamaqoqo e-2024 Caf Africa Cup ...
KUSUKA liqalile isonto, okuba seqhulwini uma kukhulunywa ngomdlalo we-quarterfinal phakathi kweFrance namaBhokobhoko, yingcindezi ezokwelekwa ngabalandeli beqembu ...
IMPUMELELO iMamelodi Sundowns ebe nayo ngoPercy Tau, evumbuka ezinkulisayo zayo ayisize iwole izicoco, okubalwa kuzo neChampions League ngaphambi kokuwelela phesheya, ...
I-PREMIER Soccer League (PSL) isazoqhubeka nokubophela onondweba ababozayo futhi kungani ndaba zalutho yize sekucacile ukuthi indlela eya phambili idinga, i-Video ...
Ube yiqhawe evimba amaphenathi amathathu okuqala elandelana eSundowns.
“Kulo mdlalo akukho ukungabaza ukuthi izobe yengeziwe ingcindezi konondweba ngoba bazobe beqikelela ukungayiphindi into eyenzeke emdlalweni owedlule,”
‘ISUNDOWNS ingayithatha iligi kodwa izicoco ngezePirates’, ikusho sakuncokola lokhu inkakha ye-Orlando Pirates uLucky Lekgwathi kodwa. . .
Kubalingisi kukhona noMarsai Martin, odlala indawo kaDiane kwi
Ube ngumdlali osemncane ukubedlula bonke emlandweni wePSL emidlalweni yeligi ukushaya igoli.
Lo mdlalo ose-Orange Velodrome Stadium, eMarseille kwelamaFrench, uqala ngo-9 ebusuku, uyingxenye yale okuvunyelwane ngayo ngendluzula ukuthi izoba khona kwiSABC2 ...
Uthi akubona kuzobenza bangabanjwa yinomfi kulo mqhudelwano oqala ngoLwesine, wukuthi iningi labo lidlale kakhulu e-India kulo nyaka.
IREKHODI laMaZulu FC ePolokwane, ngaphambi kokudliwa yizembe kwePolokwane City, libeka ingcindezi esithebeni somqeqeshi wawo uPablo Franco.
KUFUFUSA omunye umdonsiswano phakathi kweSouth African Broadcasting Corporation (SABC) neMultiChoice ngelungelo lokusakaza imidlalo yeCricket World Cup, e-India. ...
BAZIHOLA phambili abadlali beBanyana Banyana, uma kubhekwa abahlohli bamagoli abahamba phambili ngokudla umklomelo wesicathulo segolide kwiCosafa Women’s Cup.
AKAYIBONI into engugcobho endleleni abashintshanisa ngayo ngabadlali umqeqeshi we-Orlando Pirates, uJose Riveiro, yize lokhu kungabalwa ezintweni ezigcina zibakholisa ...
UKAPUTENI wamaBhokobhoko, uSiya Kolisi, uthembe kakhulu ifomu yezakhe ukuthi izoziweza emdlalweni onzima wePool B ne-Ireland eParis, eFrance, namuhla ngo-9 ebusuku. ...
**Khonamanjalo, kuvela ukuthi kungenzeka bahlangane enkundleni okungenani okokugcina uLionel Messi wase-Argentina noCristiano Ronaldo wasePortugal.
Umqeqeshi waMaZulu usekufihle kaningi ukuphoxeka kwakhe ngezwaca lokuqinisa isikwati sakhe ngomgadli noma ababili.
Bekuqala ukuthi la maqembu abambane ngo 0-0 kwazise emidlalweni ephakathi kwabo kuhlezi kuzoba khona amagoli
Kuvela ukuthi amagalelo abhekwayo, aqala ngoDisemba 19, 2022 kuya ku-Agasti 20, 2023 kanti iWorld Cup iphele ngoDisemba 18, 2022
Ukungamethembi uNtseki kwabalandeli bebhola, yikho okuhamba phambili endleleni abamehlulela ngayo
Esewonke mane amazwe ase-Afrika eseningizimu ayobanga isicoco se-Afcon e-Ivory Coast, phakathi kukaJanuwari 13 noFebhuwari 11.