UBOSHWE ezama ukuzilengisa uyise (44) wezingane ezine zaseWyebank osolwa ngokulengisa izingane zakhe ngoba sebehlukanisa nomkakhe.
SIBUYELE kwesijwayelekile isimo emakhazeni kahulumeni uGale Street (Magwaza Maphalala) emuva kokuthi abasebenzi bebeke phansi amathuluzi ngoba bengafuni kubuyiswe ...
USATHUTHUMELA umndeni nomphakathi waseMbumbulu emuva kokutholakala kowesifazane (53) eklinyiwe wafa, exhonxwe amehlo okusolwa ukuthi uqale ngokudlwengulwa.
ABAZALI bezingane ezabulawa ngoshevu ngabesifazane ababili, okukhona kubo nowayeyishende likayise wenye, bathi ngeke siphole isilonda sokubulawa kwezingane zabo ...
UHLELI lubhojozi umphakathi waKwaNongoma emuva kokuthi kudutshulwe amabhubesi amabili kodwa elinye lakwazi ukubaleka okuyimanje ligcwele amathafa.
UMNYANGO wezeMfundo usuxwayise abazali ukuthi baqaphele izinhlelo ezilethwa ezikoleni njengoba uthi uyaye ukhiphe amasekhula uma kukhona izinhlelo zezempilo abaziletha ...
USHAQEKILE umndeni womlisa (25) wasePomeroy okuthiwa utholakale nomngani wakhe beshaywe babulawa bashiywa endlini engahlali muntu.
SEKUNENDIDA ngokubulawa komshayeli wetekisi waKwaMashu obebambile nomnikazi wetekisi abehamba ngayo.
UMPHAKATHI waseMasokeni KwaNongoma ubulale ibhubesi okukholakala ukuthi sekunenyanga licanasa namanye endaweni.
UMNYANGO wezeMpilo KwaZulu-Natal usuchithe izinsolo zokushoda kwemibhede yezingane ezisanda kuzalwa esibhedlela iRK Khan, eChatsworth okuthiwa sekuholele ekutheni ...
KUSAZOSHUBA kwabashayela bebukhile eThekwini njengoba kunezinhlelo zokuvula isikhungo esenza kusheshe ukujeziswa kwababanjwa beshayela beqisile.
SEKUNENDIDA ngokudutshulwa kukasihlalo kasoseshini wamatekisi aseBhamshela okuthiwa uhlaselwe umlisa ongaziwa ehleli namanye amalungu kasoseshini.
ISALUKAZI (89) saseMzimkhulu singenelwe yindoda engaziwa yasishaya yase isidlwengula.
ZIMKHALELE ubaba (38) waseMpembeni, eMpangeni, osolwa ngokubulala izingane zakhe ezimbili ngokuzilengisa.
USATHUKILE umphakathi waKwaMashu kwaJ emva kokutholakala kwesidumbu sowesilisa siklajwe sashiswa emagcekeni ezikole ezakhelene izolo ekuseni.
KUBALULEKILE ukuhlolwa izifo ezivamile kubantu besifazane okubalwa kuzo umdlavuza wamabele nezinye zingakaqali.
UFUNA kungenele uMnyango wezeMfundo umzali womfundi wasesikoleni esiseFolweni, iSibongindlela High, okuthiwa usekhubazeke isandla emva kokushaywa nguthisha ngoba ...
IZINKINGA zokudlanga kwezifo ezithikameza umqondo nezinye ezitshudenini nakothisha basezikhungweni zemfundo ephakeme kudinga ukuthi zibhekwe.
SEKUQUBUKE indida ngokutholakala kwesalukazi (87) saseHlathikhulu ngaseBhamshela okusolwa ukuthi sibulawe saphonswa eweni emva kokunyamalala isonto kungaziwa ukuthi ...
UMNYANGO wezeMpilo KwaZulu-Natal unxusa ukuthi abantu bangathuki mayelana nokusabalala komkhuhlane i-A(H1N1).
INZIMA impilo enganeni yaseMzinto ezalwe inembobo enhlizweni njengoba ingakwazi ukuphila njengezinye izingane.
UMPHAKATHI waseCato Manor sewusabise ngokuqhubeka nokumisa ukuqoqwa kukadoti osekunamasonto amathathu ungaqoqwa ngoba umphakathi unganeme ngohlelo lokukhishwa kwamathenda ...
KUSHONE unogada kwalimala omunye ngesikhathi bedutshulwa besemtholampilo wakwa-V eMlaza ongasasebenzi, abebewugada.
Kuthiwa le ngane itshele amaphoyisa ukuthi uyise uqale ukuyihlukumeza ngoMashi nonyaka
SEBELALA obenyoni abahlali baseBonela abalinyazelwe izindlu ngesikhathi kubhikisha abahlali basemijondolo yaseNkanini abebekhala ngokubhidlizelwa imijondolo.