UHLABE ikhefu lokuzelapha umsakazi woKhozi FM, uBheka “Beekay’’ Mchunu, ohlaselwe yinkinga yokunqanyukelwa yiphimbo esemoyeni, okuyinto engaqondakali ukuthi idalwa ...
Udaba oluzobe lushisisa ibunzi, ngolokuthi uMagashule kufanele ame kancane emsebenzini njengokomyalelo we-ANC, othi ababhekane namacala kufanele bashenxe.
INDODANA yowayengumengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, uDuduzane ithi ubizo lokuba wumholi wezepolitiki luvutha ngaphakathi kuyo futhi iyehluleka ukuluziba ngoba izalwe ...
BASASHAQEKILE abantu abakhele uMasipala ...
UPHIKO lwezokuShushisa (NPA) KwaZulu-Natal luthi isinqumo sokudedela ngebheyili abasolwa, ecaleni lokufa kuka-Andile "Bobo’’ Mbuthu (18), singaphezu kwamandla alo ...
INHLANGANO esemandleni kuhulumeni KwaZulu-Natal, i-ANC, ithi ukushintshwa kongqongqoshe ababili baphambana ngeminyango yabo, akunayo inhloso embi ngaphandle kokuqinisa ...
UZOBA namhlanje umhlangano ophuthumayo womkhandlu kaMasipala weTheku, ukuzodingida inzukazikeyi yodaba lweMenenja uMnuz Sipho Nzuza, eboshelwe izinsolo zokweqa imibandela ...
USEPHILA ngokufaka i-airtime ne-data ukuze ancenge ingoduso yakhe uNondumiso Mthanti (28), emshiyile umaskanda emva kokubona i-video yocansi.
ISISHOSHOVU se-IFP esike saba yimeya yaseNdumeni, uMnuz Sboniso Mbatha, sithi ngeke silale singandlalelwe, sizokuphosela inselelo ukuxoshwa kwaso kuaMasipala wesiFunda ...
SIXOSHIWE emsebenzini isishoshovu se-IFP esike saba yimeya yaseNdumeni, uMnuz Siboniso Mbatha, nesaduma ngokuba yimeya encane kunazo zonke.
ISILOMO sikamaskandi uNjoko, sithi sethuke sadlubulundela embhedeni wasesibhedlela, saphuma sizwa isililo sabalandeli, kulandela ukuvela kwaso kwivideo silingisa ...
UMnuz Peter Keetse noMnuz Fana Mokoena besulile kwase kufakwa uMnuz Sinawo Tambo noNksz Piabo Madokwe.
I-ANC esifundazweni ishayeke udume lwengozi ngenxa yokuqubuka kweCorona ngoba kwenzeke ngesikhathi izama ukuhlalisa izingqungquthela ukuze ilungele ukhetho.
OKHULUMELA i-IFP uMnuz Mkhuleko Hlengwa, uxwayisa intsha ngokuthi ilalele imizimba yayo, inakekele impilo iphume emcabangweni wokuthi izifo ngezabantu asebekhulile. ...
Inkampani iyaziwa ngokuthola amathenda kuMasipala weTheku, okwakha izindlu nokunye
I-IFP ithi kungcono ixazululwe amajaji asenkantolo enkulu inzukazikeyi yodaba lweLungu lesiShayamthetho KwaZulu-Natal, uNkk Zandile Gumede, ohola ehleli njengoba ...
Umthombo othembekile opotshoze udaba uthi i-ANC esiFundeni Inkosi Bhambatha isibize imihlangano izikhawu lapho efike inqume khona ukuthi uNgubane ashenxe esikhundleni ...
UThulani, odlala indawo yendodana Khathazamanyamadoda Khanyile, washiya kanye noSizwe Khumbuza.
Ngokuthola kweSolezwe ngeSonto uHlengwa onguSihlalo weStanding Comitee on Public Accounts (Scopa) ePhalamende, ungeniswe esibhedlela esiseThekwini engemuhle kahle. ...
Isolezwe ngeSonto lithole ngemithombo engaphakathi koKlebe ukuthi bahlome ngezincwadi ezigunyaza ukuboshwa kwabathile.
Isolezwe ngeSonto lithole ukuthi uBiyela useqinise ezokuphepha ngokuthi engeze isibalo sabaqaphi abahamba naye lapho eya khona ngenxa yokuthi akazi uzokwehlelwa ...
AGASELE agcwala umuzi amaphoyisa, ashaqa omacekeceke bezimoto ezimbili emzini weMeya kaMasipala i-Alfred Duma eMnambithi, uMnuz Vincent Madlala.
ASENGCUPHENI yokushabalala amathuba okuthi uNkk Zandile Gumede anqobe umbango wesikhundla sikasihlalo we-ANC eThekwini, njengoba inhlangano yakhe esifundazweni ithi ...