KWEHLUKENE imibono ngaphakathi kwi-IFP ngoshintsho okuthiwa lungase lwenzeke lapho kuzonyuka uMengameli wayo uMnuz Velenkosini Hlabisa aye ePhalamende, bese inkosi ...
Udaba lomfundisi (igama ligodliwe) belulalelwe enkantolo yesizwe ngeSonto lapho kuvele khona ukuthi umfundisi akanazo izimpendulo ezigculisayo ezinsolweni abhekene ...
UBOPHA uMbuso futhi ufuna umhlawule amademeshe kaR2 million owesifazane oboshelwe ukuhlupha isikhulu se-ANC KwaZulu-Natal, okuthiwa wayethandana naso
I-ANC kuzwelonke ithi ayiphefumuli ngenxeba kwezemali, konke kuhamba kahle futhi izinqolobane zayo ziyanyinyitheka. Ibiphendula emuva kwehlazo lokwehluleka wukuholela ...
ZIYIKHALELE intokazi ekhwele yadilika esikhulwini se-ANC KwaZulu-Natal esiphinde sibe yilungu lesiShayamthetho uMnuz Jomo Sibiya, isisola ngokuphika ingane yaso. ...
UBOPHA uMbuso uMnuz Andile Mthimkhulu (40), osanda kudedelwa ejele emuva kokudonsa iminyaka eyisishiyagalolunye ngecala lokudlwengula, osekuvele ukuthi akalenzanga. ...
BASOBISHINI abasebenzi basejele laseMnambithi abamiselwe ukuduka kokhiye abavula cishe iminyango eminingi ngaphakathi.
IMEYA yaseNkandla uMnuz Thamsanqa Ntuli iphume icikekile enkantolo emuva kokuthi kubhuntshe ukuqala kokuqulwa kwecala layo lokwephula imigomo yokumiswa kokusebenza ...
INHLANGANO emele abafundi bemfundo eyisisekelo iCongress of South African Students (Cosas) KwaZulu-Natal, ithi inovalo ngokuvulwa kwezikole njengoba kusabhoke igciwane ...
IMEYA kaMasipala wesiFunda iZululand, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, ithi ayiyindawo esikhundleni sayo futhi isaqhubeka nomsebenzi wayo ngoba yiqembu kuphela elinamandla ...
Usolwa ngokubasa ingomane yomlilo maqede wosa ingane yakhe enezinyanga ezingu-10 yashona, wabe eseyishutheka esakeni lempuphu wathi ilahlekile kanti usenga ezimithiyo ...
ITHOBELE umthetho kahulumeni inkosi Mbusowabathethwa Mthethwa, yalihlehlisa icala lomfundisi weZayoni osolwa ngokufuya imfene, okuthiwa ubonakale nayo emzini womuntu ...
I-ANC KwaZulu-Natal ithi kukhona ukungahleleki kahle kwezinto ohlelweni lokwaba izijumbana zokudla ezenzelwe ukubhekelela abantu abahlwempu njengoba kuvaliwe ukwenza ...
ZINGASE zisebenze njengezibhedlela zesikhashana zokwelapha abanegciwane iCorona (Covid -19) izinkundla zebhola lezinyawo ezasebenza ngesikhathi seNdebe yoMhlaba ...
I-ANC KwaZulu-Natal ithandazela ukuthi ubohle umkhuhlane weCorona, isimo sibuyele kwesejwayelekile, ukuze iqhubeke nohlelo lwayo lokuba nezingqunguthela zayo zezifunda ...
LISHAYWE ngamasosha namaphoyisa lasala liyisigoga iphoyisa lesiteshi eCato Manor (KwaKito ), eMayville ebelihleli egcekeni kubo nabafowabo, nabo abathole amachaphazelo ...
UNGQONGQOSHE wezeMpilo KwaZulu-Natal, uNkk Nomagugu Simelane -Zulu, uxwayisa abantu ukuthi bangagolozi ukuhlolelwa igciwane, iCorona ngoba bayothathelwa izinyathelo ...
SEKUVELE ukuthi iMenenja kaMasipala waseThekwini uMnuz Sipho Nzuza ibopha umkhandlu, ikhala ngokuthi ukumiswa kwayo emsebenzini kuphambene nomthetho ngoba yayizicelele ...
AMANAZARETHA ohlangothini lwaseThembezinhle , asephumele obala aveza ukuthi yiwona avale izintshumayelo zabaseBuhleni emsakazweni Ukhozi FM ngoba zase zisetshenziselwa ...
UPHEKWE wavivinywa ezinhlakeni zentsha ye-ANC, umholi wayo ophakanyiselwe esikhundleni sikasihlalo wesiFunda, iGeneral Gizenga Mpanza, uMnuz Goodman Khonzuyise Ngidi ...
IMEYA yaseThekwini uMnuz Mxolisi Kaunda kuthiwa ithumele iMenenja kaMasipala uMnuz Sipho Nzuza, incwadi icela ukuba ibeke izizathu eziqinile ezingavimba ukuthi imiswe ...
SEKUBOSHWE nodadewabo weMeya kaMasipala wasoPhongolo, ngecala lokutalabha insizwa beyisasazela nangabaqaphi.
ICELE ukuhlaba ikhefu lamasonto amabili isekhaya imenenja kaMasipala weTheku, uMnuz Sipho Nzuza, ebivele enkantolo kuleli sonto, ngecala lenkohlakalo.
UYISE womculi wowokholo uKhaya Mthethwa, ufongqa isigqoko kusomabhizinisi amkweleta isamba semali okuthiwa singaphezu kukaR 60 000, ukuba ambekezelele aze ayithole ...
SESIBHADLE emakhazeni izinyanga ezintathu isidumbu sendoda yaseSikhaleni, ngenxa yombango phakathi kwabakubo nonkosikazi wayo, othi wuye onamalungelo.