AMAPHOYISA abophe abasolwa abayisithupha eSoweto namhlanje kulandela ukubulawa komdlali weKaizer Chiefs ngesikhathi edunwa imoto eGoli ngesonto eledlule.
INKANTOLO eNkulu yaseMgungundlovu iligwebe iminyaka engu-30 iphoyisa ngamacala amabili okungelokubulala umngani walo nengoduso yalo ngasekuqaleni kukaJanuwari.
INTOKAZI yaseMlaza iqophe umlando ngokuphula irekhodi lomhlaba le-Guinness ngokudla amanqina enkukhu amaningi ngomzuzu owodwa. UVuyolwethu Simanile udle u-121g (4. ...
IPHOYISA elizinze eThekwini lidubule labulala indodana yalo licabanga ukuthi isigebengu. Lesi sigameko senzeke ngeSonto ekuseni kuQueen Elizabeth Avenue, eManor ...
INHLWATHI engamamitha angu-2. 5 itholwe ibunyalele ehhokweni isanda kuginga inkukhu ephelele. Owesilisa owaziwa ngelika-Arnold The Snake Catcher, uthi uthole ucingo ...
Kube nesidididi ngesonto eledlule kuvela izindaba zokuthi itholakele inyoka eyanyamalala lapho ivalelwa khona ePhoenix, eThekwini. Ngesonto eledlule kwavela imibiko ...
IMeya yoMkhandlu waseGoli, uDkt Mpho Phalatse, ithi ukugqekezwa kwamahhovisi oMkhandlu waseGoli, wumkhuba womuntu oyedwa. Lokhu kulandela ukuboshwa kowesifazane ...
ABASOLWA ababili bazovela enkantolo ngokuzama ukushushumbisa insangu ejele laseWestville ngoMgqibelo ekuseni. Ngokusho kukaLieutenant Colonel Nqobile Gwala abasolwa ...
KUBI kowesilisa waseCosmo City, eGoli, otinyelwe izinyosi ngoMsombuluko. Ngokusho kukaKyle van Reenen okhulumela abe-Emer-G-Med bathole umbiko ngabalisa ababili ...
ISIFINYELELE kuR80 million ijekphothi yePowerball engakaze iwinwe muntu kulo nyaka. ISIFINYELELE kuR80 million ijekphothi yePowerball engakaze iwinwe muntu kulo ...
UNYELWE inyoni esandleni owesilisa (38) ohlala Ekurhuleni, ngokuwina uR63 million kwiLotto yangoDecemba 4.
UGWETSHWE iminyaka eyisikhombisa unesi olahlwe yicala lokukhokhela inkabi uR40 000 ukuze ibulale isoka lakhe elalimhlukumeza.
UBEBHEKE esikoleni umfana (10) okusolwa ukuthi ushayiswe itekisi washona eHambanathi, oThongathi, ngoLwesibili ekuseni.
USEBHEKENE nelinye icala lokudlwengula owesilisa waseWyebank ePinetown osolwa ngokubulala izingane zakhe ezintathu nendodakazi angayizali.
ASEBUYELE emsebenzini amaphoyisa kamasipala amabili alimale egandaywa umphakathi ngamatshe ngenkathi kunombhikisho mayelana nokugqoza kwezidingo zomphakathi eSiphingo ...
UGWETSHWE odilikajele abane ebhadla ejele owesilisa owaklinya amalungu omndeni wakhe amane ngentambo yesicathulo eMtwalume eSouth Coast.
UGWETSHWE iminyaka emihlanu ebhadla ejele owesilisa owathenga imoto eyebiwe yohlobo lweBMW eThekwini.