UTipcee usinde engozini yemoto

Intatheli Yesolezwe ngoMgqibelo|Published

UMCULI wegqom' uThobeka "Tipcee" Ndaba, uyalulama ekhaya emuva kwengozi yemoto emehlele ePinetown, eThekwini ngoLwesibili.

UMafe uphinde wagoloza ukuya enkantolo

Intatheli Yesolezwe ngoMgqibelo|Published

OSOLWA ngokushisa iPhalamende nyakenye, uMnuz Zandile Christmas Mafe, wenqabile futhi ukuvela enkantolo ngoLwesihlanu.

Amadoda adlwengule ephindelela izingane

Intatheli Yesolezwe ngoMgqibelo|Published

ABESILISA ababili baKwaZulu-Natal bagwetshwe odilikajele ngokudlwengula amantombazane amabili, eneminyaka ewu-12 neno-13. NGENYE yezingane ezibe yizisulu zokudlwengulwa ...

URamaphosa watakula izwe kwabakwaGupta ngokombiko kaZondo

Intatheli Yesolezwe ngoMgqibelo|Published

KWAKUZOBHIMBA izinhlelo ukube uMengameli Cyril Ramaphosa, akazithathanga izintambo kuMnuz Jacob Zuma engqungqutheleni ye-ANC eyayingo-2017.

Namuhla emlandweni

Intatheli Yesolezwe ngoMgqibelo|Published

1502- INDLOVUKAZI yendawo eyingxenye yaseSpain, u-Isabella I, ikhipha isinqumo sokuvala inkolo yamaSulumane endaweni, futhi ibaphoqelela ukuthi bakhonze inkolo yamaKrestu. ...

Unqunyelwe ugwayi katiki uZahara

Intatheli Yesolezwe ngoMgqibelo|Published

ISIHLABANI somculo we-Afro soul, uBulelwa "Zahara" Mkutukwana, sibuyela eNkantolo iPalm Ridge Specialised Commercial Crimes Court, eGoli ngoJuni 25 ngenxa yokuhluleka ...

Kushone owayeyisikhulu esiphezulu kwi-PSL

Intatheli Yesolezwe ngoMgqibelo|Published

AKASEKHO emhlabeni uTrevor “The British Bulldog” Philips owaba yisikhulu esiqala esiphezulu sePremier Soccer League (PSL) kusukela isungulwa ngo-1996.

Ezempilo: Izindlela zokunakekela amankwahla kwabesilisa

Intatheli Yesolezwe ngoMgqibelo|Published

NGOKUJWAYELEKILE abantu besifazane abavamise ukuxwayiswa ngokunakekela ubuntu babo. Izinto ezifana nezinsipho zokugeza ubuntu, imithi egcotshwayo uma ufuna ukuphungula ...

Ucela imithandazo oweThe Queen oshonelwe yindoda

Intatheli Yesolezwe ngoMgqibelo|Published

Lo mlingisi obeshade noPeter Sebotsa, uthi indlela agqemeke ngayo ayinakulinganiswa nalutho.

Baxolisile ngokuphathwa kabi kokhubazekile

Intatheli Yesolezwe ngoMgqibelo|Published

Wayekhala nangokuthi uzobambezela abagibeli ngoba kufanele atatanyiswe uma egibela noma sekwehliwa