Siyibandla siyabona ukuthi kukhona ububi nenkohlakalo egcine isikhona ebandleni njengoba abagcotshwa besithatha njengabantu abangazi lutho nabayizilima. Sithulile ...
LELI sonto libe nzima kakhulu eNingizimu Afrika ngenxa yenkinga yokunqanyulwa kukagesi okwenzeke ezweni lonke.
Manje sekungaphezulu kweminyaka eyisithupha udaba lwabo lungakhulumeki,
Angiqondi kahle uma ethi kunezinhlangano zomphakathi nezepolitiki ezibhebhezela abantu ukuthi badle umhlaba kamasipala
Isimo sibi futhi simazonzo kuleya nkampani kangangokuthi sekuze kwavalwa nendawo yayo endala ekhiqiza lona iJuba namahewu aziwa ngokuthi uKhoz
Ngicela ukudlulisa isicelo sami kubaphathi bamatekisi asuka eMpangeni aya eGoli
Uhulumeni ukhohliwe yithina emakhaya
Sihlaselwe ngumfana wakwamakhelwane ezosiqeda ekhaya ehamba nabazala bakhe ephethe isibhamu
Ngifisa ukwazi ukuthi amaphoya aseFolweni asebenza kanjani.
Siphethwe kabi singothisha abaqeqesha izitshudeni ukuthi zibe abavikeli bomphakathi
Ngibeka umbono ngodaba lokuthathwa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo
Okunginyanyisa tu akukho okwenziwayo kanti ubaba uBheki Cele usukumela abanjani?
UMA sekunomakoti ekhaya empeleni bona indawo yabo iyancipha beyoyandisa kweminye imizi la bezobizwa khona ngomakoti nabo.
Uma i-ANC ihluleka ngo-2019 ingakhali ngamuntu, izisole yona
'Sasingavoteli ukuhlala sikhangezwa wuhulumeni'
MHLELI: Kwelakho eliyibeka indaba njengoba injalo lingahlonizi. Konekele, nakhu sibanjwa inkunzi ezweni sibhekile sidlala uMTN