Abesifazane nengqayizivele yethuba bezocetshiswa ngokuhola amabandla

Simangaliso Ntshangase|Published

“BEKUHLALE kungikhathaza ukubona abantu besifazane ikakhulu labo abangabaholi emabandleni abo nabaneqhaza abalibambile kuwona becindezeleka, futhi bengalitholi nethuba ...

Ukugwema izikweletu kudinga ubuchule bokuphatha imali yakho

Simangaliso Ntshangase|Published

“UNGABE usazikhathaza kakhulu ngokuthi uwu-2026 uwuqale kabi noma kahle kanjani, ngoba manje yisikhathi sokuthi uzitshele ukuthi lona wunyaka wokulungisa, wukuqala ...

Ukuhlala ndawonye ohambweni kungamisa igazi ndawonye emzimbeni

Simangaliso Ntshangase|Published

KUNGATHALEKILE ukuthi uthabatha uhambo olude ngebhanoyi noma ngemoto, noma uhlezi amahora amaningi ebhasini noma eyekisini; kodwa nje ukuhlala isikhathi eside endaweni ...

I-DUT igabe ngezitshudeni eziyisithupha kowamabhizinisi eThailand

Simangaliso Ntshangase|Published

NJENGOBA esephelile amaholidi okuphela konyaka, seluqale phansi ushikishi lokufukulana ngezamabhizinisi eDurban University of Technology, ngohlelo lwayo lokuthuthukisa ...

UNjinji uyishiye ezinganeni imbewu yokuphoqa nokuphikelela

Simangaliso Ntshangase|Published

UCHAZWE ngokuthi ubewumuntu ophikelelayo nophoqa ukuthola nokufeza zonke izinto ezinhle nabezifisela zona empilweni owayengumsakazi nomdidiyeli wezinhlelo zoKhozi ...

UDJ Mngadi uphonsele abaphathi boKhozi FM inselelo kukhunjulwa uNjinji

Simangaliso Ntshangase|Published

UDJ Mngadi usho njalo ekhuluma enkonzweni kaNjinji (41) ebingoLwesine ezindlini zomsakazo zoKhozi FM, eThekwini, lapho obekubuthene khon abasakazi, umndeni, izihlobo ...

Owe-Afro pop ukhuthaza abesifazane ‘ukuzibika’ kwababathandayo

Simangaliso Ntshangase|Published

USbahle (28) waseMlaza, eningizimu yeTheku, usho njalo exoxa neSolezwe malungana nengoma yakhe esihloko sithi Ngitshele, ayishaya noNaledi Aphiwe - nezoqala ukutholakala ...

U-NAAK udalula okumshintshise igama nohlobo lomculo abewenza

Simangaliso Ntshangase|Published

UNAAK igama lakhe lokuzalwa wu-Anga Makubalo, Usesebenze namaciko amaningi emculweni esingabala kuwona uBlack Coffeee, uDJ Tira, iBig Nuz, uDJ Fisherman, iKususa, ...

Umculi neshashalazi lokuhlahlela ubuhle nobubi bothando

Simangaliso Ntshangase|Published

UMCULI we-Afro pop futhi ongumingisi nomxoxi wezindaba uQhawelentombi usethembise ukusebenzisa ubuciko bakhe ukuxoxa indaba ehluba udlubu ekhasini ngobuhle, ububi ...

Kuphele amazwi okubonga Umafikizolo emukeliswa i-Polo

Simangaliso Ntshangase|Published

KUPHELE amazwi okubonga kumculi kamaskandi Umafikizolo, ngenkathi egajwa yinjabulo yokwemukeliswa ngokusemthethweni unyanyavu lwemoto i-VW Polo TSI, okuwumklomelo ...

IZimbali Lodge nokwehlukile ngendawo yokudlela eqhakambisa okwesintu

Simangaliso Ntshangase|Published

ELINYE lamahhotela ahlonishwayo ngezinga lalo eliphezulu KwaZulu-Natal nasezweni lonke jikelele i-Zimbali Lodge isiyethule ngokusemthethweni i-Eleven Tribes, okuyindawo ...

Kucelwa abazonikela ngobisi lwebele ePrince Mshiyeni

Simangaliso Ntshangase|Published

UPHIKO lwezempilo lwasesibhedlela iPrince Mshiyeni Memorial Hospital, eMlaza, eningizimu yeTheku, seluhlabe ikhwelo lokukhuthaza abantu besifazane ukunikela ngobisi ...

I-UKZN ichitha eyokubambisana nabakha indawo yokuhlala izitshudeni

Simangaliso Ntshangase|Published

I-UNIVERSITY of KwaZulu-Natal (UKZN) isihlabe yahlikiza umbiko okhishwe ngabenkampani iGravitas ngemvume yeProperty Point, obudalule ukuthi ubambisene nale nyuvesi ...

Hlanza umzimba ukhuculule ukungcola okudalwe ngamaholidi

Simangaliso Ntshangase|Published

Lokho kushiwo wuMnuz Murray Hewlett, isikhulu esiphezulu sesikhungo sezempilo esizimele i-Affinity Health, ngenkathi exwayisa futhi ecebisa abantu ngokumele bakwenze ...

Amawele adume ku-TikTok nomcimbi wokuchushisa abanjengawo

Simangaliso Ntshangase|Published

ABAZALWE bengamawele bazothola ingqayizivele yethuba lokuhlangana ndawonye, kucetshiswane ngobumqoka bokuzwana, ukubambisana ezintweni abazenzayo empilweni nokwesekana ...

Isexwayiso ngengozi yokugijimela emanyuvesi kuphela kwabaphase u-matric

Simangaliso Ntshangase|Published

Lokho kusho wuMnuz Shawn Theunissen, umnikazi weProperty Point and Entrepreneurship to the Point (ETTP), ejobelela ngokuthi nakuba le miphumela ka-matric iwuphawu ...

Amava obuthishela azibule ngebhizinisi kumama nendodakazi

Simangaliso Ntshangase|Published

AMAVA eminyaka ewu-25 ewuthisha azibule ngomqondo webhizinisi eliwusizo ezinganeni kuNkk Noxolo Nokwe, ohlangane nendodakazi yakhe uNkk Lelethu Hlongwa - besungula ...

Ugabigabi wobumnandi kuza izihlabani zaphesheya eThekwini

Simangaliso Ntshangase|Published

Lokho kudalulwe yiMeya yoMasipala weTheku uMnuz Cyril Xaba, ethula inkulumo yosuku emcimbini wakhe wokwethula umbiko wezibalo zezokuvakasha zamaholidi kaKhisimuzi ...

Isikhalo ngokucanasa kukathisha owabhonya umfundi emagcekeni esikole

Simangaliso Ntshangase|Published

KUSALOKHU kunzima ukuthola ukuthula emoyeni emndenini womfundi obefunda esikoleni sabanezidingo ezengenziwe nabakhubazekile iKhulangolwazi Special School, eMontclair, ...

Oneminyaka engu-32 uvuke wazithatha waphasa u-matric ngo-A abayisithupha

Simangaliso Ntshangase|Updated

Engxoxweni ekhethekile neSolezwe, uNksz Xulu (32) waseDoringkop, KwaDukuza, KwaZulu-Natal udalule ukuthi u-matric wakhe wawenza okokuqala ngo-2012 esafunda ngakubo ...

Sondela emntwaneni ukubona uma egqilazwa okwenzeka esikoleni

Simangaliso Ntshangase|Published

UKUGQILAZEKA komqondo okweyamene nesikole nokwenzeka esikoleni kulokhu kuqhubeke njalo nokuba yinkininga emphakathini, okudalwa kakhuku yingcindezi yezifundo, okwenzeka ...

Inselelo ebuholini bezindawo zasemakhaya ukufukula ezokuvakasha

Simangaliso Ntshangase|Published

IMEYA yoMasipala weTheku uMnuz Cyril Xaba usephosele ubuholi bomdabu nobulawula ukusebenza kwezindawo zasemakhaya ukuthi kusondele kuhulumeni, ukusiza ukuthi kube ...

Ukuzilungiselela kuthele izithelo iTheku lenza uR9.6 billion ngamaholidi

Simangaliso Ntshangase|Updated

UKUZILUNGISELELA ngokugcwele nangokuphelele nokubeka inhlalakahle nokuphepha kwezivakashi phambili yizona zinto ezisize idolobha iTheku lagila izimanga ngamaholidi ...

Kulele kubazali nomphakathi ukuqinisa abaphikwe wu-matric

Simangaliso Ntshangase|Published

ABELULEKI bezengqondo sebephose inselelo kubazali nakumphakathi ukuthi bakubeke emahlombe abo ukuzwela nokuqinisa abafundi abebenza u-matric nyakenye, abazothola ...

Ithemba lempucuzeko kocwaninge ngenhlupheko yabasemalokishini

Simangaliso Ntshangase|Published

Ithemba lempucuzeko kocwaninge ngenhlupheko yabasemalokishini