Cha nami ngingomunye wabantu abangena bagamanxa kulolu daba ngenxa yokuthi ngizele amadodakazi.
Sekukhulunywe kaningi ngokubaluleka kokuhlonipha imvelo ngokuthi kungangcoliswa izindawo esihlala kuzo
Ngaqale ngayithanda le nto kodwa manje iyangikhathaza
Bangashabasheka benze lokho okusemandleni abo kodwa ekugcineni udlame lwasezikoleni kumele luqedwe emakhaya.
ISINQUMO sakamuva senhloko yeNPA sokuvusa amacala angu 16 abhekiswe kulowo obengumengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma sesisuse inkulumo mpikiswano
Mhleli: Ngivumele ngibeke umbono wami mayelana nezinye zezisebenzi zikahulumeni wethu esamvotela nesisazomvotela namanje, nakusasa nangelinye ilanga
Uthando aluve luyinkinga ngoba luyaluthana futhi lukwenza ungaboni noma sekudlalwa ngawe
INKULUMO-MPIKISWANO mayelana nokuthi iyiphi indlela eyemukelekile okumele abesifazane bagqoke ngayo, yindala kakhulu
Namhlanje sifisa ukunika amathiphu kubantu abaliwe izithandwa zabo nokuthi udlula kanjani kulokho uqhubeke nempilo