KUNGENZEKA ukuthi imidlalo ye-Africa Cup of Nations (Afcon) isisongiwe eMorocco kodwa ukukhulunywa ngayo kusekude ukuphela kwazise nonyaka kuhlangana iminyaka engu-30 ...
NGESIKHATHI sinyuka isibalo sabeseka umkhankaso wokuthi kuvalwe iPiano Pulse podcast kuYoutube ngenxa yenkulumo " egxeka" uThatohatsi ngomzimba wakhe, lo mculi ubonge ...
INTOKAZI yasePort Shepstone, uNomalanga Shozi, ithi ukuwa kwenye indlu ukuvuka enye njengoba isithole omunye umsebenzi emuva kokuvalwa kwesiteshi iBET Africa, ebisebenzisana ...
ZIHLEKA zodwa izinkampani zezimoto njengoba u-2025 ube muhle kuzo ngokudayisa kwazise izibalo zibe phezulu ngendlela eyagcinwa ngaphambi kokubhebhetheka kwegciwane ...
KUHALALISELWE usomahlaya waseNingizimu Afrika uTrevor Noah omenyezelwe njengozokwethula uhlelo lwamaGrammy Awards okwesithupha kulandelana eLos Angeles ngoFebhuwari ...
Indodana kaJacob Zuma, owayengumongameli waseNingizimu Afrika, uDuduzane Zuma ingomunye wosaziwayo abazobonakala ohlelweni Ikas'Lami kuSABC 1 ichaza kabanzi ngendawo ...
KUBUYISWE ababili baKwaZulu-Natal abake baba khona phambilini ohlelweni iBig Brother Mzansi oluqale ngeSonto kuMzansi Magic.
INDODAKAZI yomsakazi woKhozi FM, uKhathide " Tshatha" Ngobe, ephase u-matric ngo-A ababili, ifakazele isisho esithi ukuhlehla kwenqama akusho ukubaleka kodwa isuke ...
OSAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.
UBUYA ngamandla kwezokulingisa uFana Mokoena owayeyilungu lePhalamende elimele i-Economic Freedom Fighters (EFF) njengoba ezolingisa indawo ephambili efilimini eza ...
IBHEKWE ngabomvu isizini entsha yohlelo olukhombisa ngempilo yasesithenjini sakwaMseleku, Uthando Nes’thembu osekuqinisekisiwe ukuthi izoqala ngenyanga ezayo kuMzansi ...
UZIPHENDULA ihlaya izigigaba adlule kuzo usomahlaya uFelix Hlophe njengoba ekupheleni kwenyanga eqala umjikelezo iRunaway Bride eMgungundlovu.
KUBUKEKA luselude ukhalo ecaleni lokushaya elibhekene nowayengumsakazi woKhozi FM, uSiya Mhlongo, kulandela ukuvunwa yiNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu esicelweni ...
Kubhekwe ukuthi kwethulwe izimoto eziningi ezintsha emagaraji aseNingizimu Afrika ngo-2026.
Libe likhulu isasasa kwiGagasi FM noKhozi FM ngoDisemba nyakenye emuva kokumenyezelwa ukuthi uLinda " Mr Magic" Sibiya uzosakaza uhlelo lokunqamula unyaka kwiGagasi. ...
SELUQALILE ukuba sematheni uhlelo lwethelevishini iBig Brother Mzansi olubuya nesizini yesithupha kuMzansi Magic kusuka ngo-6 ntambama ngeSonto.
UNkosazana Daughter oyisilomo sama-piano, uqophe i-video wayifaka kuTikTok kulandela ukuhlale njalo abantu bephawula ngokwehla kwakhe emzimbeni.
UMYALELO awunikwe udokotela wokuhlala ekhaya amasonto angu-10 ukuze alulame ekulimaleni engozini yemoto, umculi uMakhadzi uwubona njengethuba lokubhala umculo omusha. ...
UMNYANGO wezokuThutha kuzwelonke usamukele isinqumo seNkantolo eNkulu yaseNorth Gauteng sokuhoxisa ithenda yokuthengwa komshini omusha wokugaya amalayisensi okushayela. ...
KUSAQOQWE u-15% ka-R1 million okuhloswe ngawo ukuthi ufakwe esikhwameni sokusiza izingane zakhe ezintathu kaWarrick “DJ Warras” Stock odutshulwe wabulawa eGoli maphakathi ...
USEHLALELWE wukuhlinzwa kathathu uDJ owasinda engozini yemoto nyakenye kwashona umngani wakhe.
NGESIKHATHI lilindele ukuthola imiyalezo yasebhange kulandela ukucela kwalo uxhaso ukuze lithenge itekisi entsha kulandela ukudunwa kweyalo nyakenye, iqembu lomculo ...
Inkantolo yeMantshi yaseGoli isihlehlisele uJanuwari 13 isicelo sokudedelwa ngebheyili kukayinkantolo kukaVictor Majola obhekene necala lokubulala uDJ Warras ngoDisemba. ...
KUXEGISWE imithetho yentandokazi yohlelo iBig Brother Mzansi ngokuthi kuvunyelwe abake babonakala kuyo ukuthi baphinde bangene endlini ngesizini entsha ezoqala ngeSonto. ...