Ngihlukumezekile ngisezinhlungwini kufanele engabe uyangiduduza kodwa kunalokho ungishaya ngomzimba sengathi yimina obe yimbangela yokuchitheka kwesisu. Ngicela ...
Siyathandana impela kodwa hhayi uma sithi siyazijabulisa akusashayi khona ngempela.
Yize ngikujabulela kodwa phela nami ngifuna ukubuyela kule mbobo esaqala kuyo
Ukhuluma noma yikanjani nami ngisho phambi kwabantu akanginiki isithunzi sami njengendoda