Ezothando: Nasemjolweni kukhona labo esingabalokothi

Distance Gumede|Published

YIZE kuthiwa indoda ayikhiwa esihlahleni, intombi ithathwa esokeni kepha kunemingcele bakwethu, kuloba uDISTANCE GUMEDE

Elawini likaMaGumede: Kuyadumuza ukuphuza kwabantu besifazane

Distance Gumede|Published

YIZE kuyilungelo lawo wonke umuntu ukuzibusisa ngendlela athanda ngayo, ukunkunka kwesimame utshwala isidana kuyaphoxa, kuloba uDISTANCE GUMEDE

Ezothando: Ngintshontsha umka mfowethu

Distance Gumede|Published

Iyangidla le nto angazi ngiyithini

Ezothando: Bosisi abajola namadoda ashadile yekani uchuku

Distance Gumede|Published

Yebo ngiyavuma, usheliwe wafikelwa umuzwa wothando wase uyaqoma, pho sikuphi-ke isidingo sokulwa nomfazi omfice eseshadile?

[EZOTHANDO] Ucansi olujulile ludinga isineke

Distance Gumede|Published

UTHANDO luyahambisana nocans olujulile, akulula ukuthola ucansi olujulile kujahiwe ngoba isineke sisuke singekho kuloba uDISTANCE GUMEDE

Bayasolisa obaba nomama abashaya ngo-065, 060...

Distance Gumede|Published

KUNEZINTO ezincane okumele siziqaphele kubantu esithandana nabo. enye yazo yizinombolo zikamakhalekhukhwini. . .

Onogada babukelwa phansi kodwa ocansini bayizivuthevuthe

Distance Gumede|Published

Imvamisa onogada akusibo abantu abakhonze ukuchoma kodwa bayayazi indaba yabo ukuthi nje thina sibathatha kancane

AMATHIPHU EZOTHANDO: Mkhulule ashaywe wumoya umaqondana

Distance Gumede|Published

Kunabantu abathi bangaqoma noma baqonywe, kuvele kube sengathi sebeboshiwe basejele bangabe besakwazi ngisho ukunyakaza kodwa lokhu

MaGumede: Madoda iyakhothwa inanazi

Distance Gumede|Published

Le nto yokukhothana izitho zangasese enye yendlela yokuzithokozisa,

Izinhlobo zamadoda ngokwezimoto zawo

Distance Gumede|Published

SEKUKANINGI kuqhathaniswa uhlobo lwemoto umuntu ahamba ngayo nendlela aphila ngayo, kuloba uDISTANCE GUMEDE.

Kuyingozi ukubekezela uthando lube seluse-ICU

Distance Gumede|Published

ASIKHO isidingo sokubekezelela umbhedo ngoba nakhu seniqhube isikhathi eside nesithandwa sakho, kuloba uDISTANCE GUMEDE

Okufanele nikuqikelele ukuze uthando lube mnandi

Distance Gumede|Published

AYIKHO into emnandi njengenjabulo othandweni. Uyazi kunabantu abangayazi injabulo nobumnandi bokuthandwa kodwa namanje basahleli kulolo thando oluyincikincik

Elawini LikaMaGumede: Uzolokhu uzibiza ngomemu kanti isikole sesiphumile

Distance Gumede|Published

Musani ukujwayela ukuzibiza ngomemu ngoba uzothola ukuthi mhlawumbe isikole kade saphuma, mhlawumbe futhi nje kukhona owuthish’omkhulu okumele umkhothamele