Zimconsela amathe izintokazi uDuduzane

DELI MNCWABE|Published

UCONSELWE amathe ngabesifazane abaningi uDuduzane Zuma, oyindodana yowayengumengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma, ngesikhathi ethula ubufakazi phambi kweKhomishini kaZondo, ...

Isoka liklabhe intombi layikopolota iso

DELI MNCWABE|Published

KUBONWA ngokusa kowesifazane waseGillits, eThekwini, oklajwe yisoka ebusweni, lamhlinza isisu lase limkopolota iso emuva kokwaliwa.

Lilethelwa umbondo ngabathathu kanyekanye iphoyisa lesithembu

DELI MNCWABE|Published

LIPHUPHUMA injabulo iphoyisa elizolethelwa umbondo yizithandwa zalo ezintathu ekupheleni kwale nyanga.

Isigwebo sentambo ngeke sisize muntu - ungoti

DELI MNCWABE|Published

UKUBUYISA isigwebo sentambo okufunwa ngabantu ukulungisa izwe ngendlela ngeke kusize umuntu.

Anginankinga noCele kodwa nguye onenkinga nami - imeya

DELI MNCWABE|Published

UKUHOXA kwamacala abebhekene neMeya yaseNewcastle, uDkt Ntuthuko Mahlaba, kuyethule umthwalo.

Bamjikijele ngebhodlela likabhiya enandisa uTira

DELI MNCWABE|Published

UJIKIJELWE ngebhodlela likabhiya enandisa uDJ Tira emcimbini obuse-University of Venda, eLimpopo entathakusa yangoMgqibelo.

UMpisane ubhoboka ngomjolo wakhe

DELI MNCWABE|Published

UPHEFUMULE okokuqala usomabhizinisi waseThekwini uMnuz Sbu Mpisane ngezinsolo zokuphinga

Ithembisa okukhulu iMabala Noise ebuyile

DELI MNCWABE|Published

IKHUZA ibuya emculweni iMabala Noise Entertainment, eyazakhela olukhulu udumo ngokuba nabaculi abaningi abanegama nokuhlela imicimbi eseqophelweni eliphezulu kuleli. ...

Unconywe ngobuhle bendalo uMiss South Africa

DELI MNCWABE|Published

KUHLOKOME iNingizimu Afrika yonke ngokunqoba kwentokazi echazwa njengenobuhle bendalo base-Afrika, kokaMiss South Africa ngoLwesihlanu ebusuku, eSun Arena eTime ...

UBeyoncé ufeze iphupho lowegqom’

DELI MNCWABE|Published

UYACHICHIMA yinjabulo uDJ Lag ngokuphumelela kwelinye lamaphupho akhe okusebenza nesihlabani somculi uBeyoncé.

Kushiswe umuzi woweBitcoin Wallet

DELI MNCWABE|Published

BAVUKE umbhejazane bashisa umuzi wemenenja yenkampani yebhanoyi eliphahlazekile eTsakane, eMnambithi, abantu abebefuna imali yabo abebeyitshale kuyo.

Bakhihle isililo ibhanoyi liphahlazeka nezishaqane eMnambithi

DELI MNCWABE|Published

BAKHALA ubumayemaye abatshali bemali ngokuwa ?kwebhanoyi? lodumo iBitcoin Wallet obekufakwa kulona izishaqane zemali eMnambithi.

UDJ Maphorisa obishini ngokugweva nemali

DELI MNCWABE|Published

SINQUNYELWE ugwayi katiki yinkantolo yamacala emali yaseLukwatini eNhlazatje esifundazweni iMpumalanga isihlabani sikaphrojusa uDJ Maphorisa esisolwa ngokugweva ...

Indida kuvala amahhovisi asolwa ngokuba ngawebhanoyi

DELI MNCWABE|Published

SEBESABA nokulala abesifazane abadala baseGobizembe, KwaSwayimane, emuva kokudlwengulwa kukazakwabo (76) ngempelasonto edlule.

Usungule inkampani yokutakula abampofu

DELI MNCWABE|Published

AKAFISI ukubona omunye umuntu eswele okuya ethunjini uNkk Jabu Ndlovu osungule inkampani esiza abantu ngamasu okulwa nendlala.

Izinhlelo zenkantolo komisiwe kwaShembe

DELI MNCWABE|Published

UHLELA ukuthatha izinyathelo okuthiwa ufuna ukuyisa ibandla lakwaShembe enkantolo. Umfundisi owamiswa kukhalwa ngokuthi uhlinzeke amakholwa ngamanzi ohambeni lomhlangano ...

OweTheku akasabi ukubuyela emsebenzini emuva kwesidumo

DELI MNCWABE|Published

IPHINI leMeya yeTheku uNkk Fawzia Peer lithi lizoqhubeka nokusebenzela abantu yize kusebuhlungu umqala nezindebe emuva lokuthi liphuze amanzi okusolaka ukuthi abenoshevu. ...

Kungabe iBitcoin iphephile?

DELI MNCWABE|Published

Leli phephandaba likhulume noqweqwe oluwungoti kwezithinta imali nokuhweba, uMnuz Owen Nkomo weNkunzi Wealth Group.

Abayizwa eyokudilizwa eMultichoice

DELI MNCWABE|Published

INYUNYANA yabasebenzi i-Information Communications and Technology Union (ICTU) ikholwa wukuthi iMultichoice ayiyilandelanga imigudu efanele njengoba ihlela ukudiliza ...

Abezwa lutho abagaya imali ehlane

DELI MNCWABE|Published

ABEZWA mshini abantu abathwala izizumbulu zemali ngoplastiki bayozifaka ebhizinisini okukholakala ukuthiyibhanoyi elikuKeate Street eMnambithi.

Isicelo sikaRamaphosa esizweni efungiswa njengomengameli

DELI MNCWABE|Published

UMENGAMELI wezwe uMnuz uCyril Ramaphosa usebenzise umcimbi wokufungiswa kwakhe ukumemezela ukubaluleka kwesiqalo esisha eNingizimu Afrika.

OkaMchunu nomkhankaso wokuhlanza amadolobha

DELI MNCWABE|Published

UKUKHATHAZEKA ngokuxathuka kwemigwaqo yeTheku kwenze uNkk Zodwa Mchunu wasukuma ukusiza umphakathi.

USho Madjozi no-AKA baqokelwe kumaBET

DELI MNCWABE|Published

USho Madjozi no-AKA bangene eminxeni eyahlukene kulezi zindondo ezoba eMicrosoft Theatre eLos Angeles, e-USA, ngoJuni 23

Udilikajele kodlwengule indodakazi

DELI MNCWABE|Published

INKANTOLO yesifunda Ondini igixabeze owesilisa waseMadanyini eShowe udilikajele ngemuva kokulahlwa yicala lokudlwengula indodakazi eneminyaka engu-13.

#Ukhetho2019: Uvume induku uDkt Makhosi Khoza okhethweni

DELI MNCWABE|Published

UMHOLI we-ADec uDkt Makhosi Khoza uyivumile induku okhethweni lukazwelonke obelungoLwesithathu.