Jabulisa izingane ngokudla okulula ngoKhisimusi

Bongiwe Zuma|Published

KUYIQINISO elingephikwe ukuthi uKhisimusi ujatshulelwa kakhulu womuntuza, abanye abasuke bejabulela ukuhlangana nezinye izingane zomndeni, abangajwayele ukuhlangana ...

Ukhala ngengcindezi uBrenda Mtambo

Bongiwe Zuma|Published

UKUBA wusaziwayo nokuba nezinto ezinhle empilweni, abantu abaningi kubenza bagcine sebekhohlwa wukuthi nabo bayabhekana nezimo zempilo ezinzima.

Ukuthakasele ukugqokisa abeThe Real Housewives of Durban

Bongiwe Zuma|Published

IZINHLELO zethelevishini ezigabe ngosaziwayo ngezinye zezinhlelo ezinikeza abantu umhlahlandlela ngohlobo lwezitayela ezisuke zisezingeni nezihamba phambili. Lokhu ...

Bafuna uhulumeni ozoletha izidingo ezigqozayo

Bongiwe Zuma|Published

AMAQEMBU ezepolitiki adudulana ngezifuba kulezi zinsuku ekhankasela ukhetho, ethula nezethembiso kubantu baseNingizimu Afrika.

Injabulo ngezilomo zabaculi ezizoba nengane

Bongiwe Zuma|Published

BABONGELWE yiningi abaculi baphesheya kwezilwandle okuvele ukuthi balindele umntwana wabo wokuqala.

Uthole uthando nge-albhamu entsha uLady Zamar

Bongiwe Zuma|Published

EMUVA kwesikhathi eside uhlala uthukwa ngenhlamba umzwilili wakuleli ugcine uthola ukwesekwa ekhipha i-albhamu entsha.

Phansi ngezishweshwe kwi-HDJ: Ongoti

Bongiwe Zuma|Published

UKUFIKA kwendumezulu yomcimbi wengqephu waminyaka yonke iHollywood Durban July (HDJ) obanjelwa eGreyville eThekwini, akusho nje umsebenzi kubasiki bengqephu kodwa ...

ULira uveza ukuthi kwadlala ifilimu egulela eGermany

Bongiwe Zuma|Published

NGALESI sikhathi sonyaka ngo-2022 iNingizimu Afrika yavuka ngezindaba ezishaqisayo, umndeni womzwilili wakuleli uveza ukuthi uhlaselwe isifo sohlangothi ephesheya ...

Ubanika ithemba umbukiso wezobuciko eNkandla

Bongiwe Zuma|Published

BAFUNA ukukhulisa imakethe yemisebenzi yezandla yasemakhaya bayisabalalise nasemazweni aphesheya osomabhizinisi baseNkandla abasafufusa. Labo somabhizinisi basho ...

Ulwa ‘nemimoya’ u-Inno obhekwe kowesibhakela eThekwini

Bongiwe Zuma|Published

UVEZA ukuthi usekulungele ukungena eringini u-Inno Morolong okumele abhekane no-Ashleigh Ogle owaduma kakhulu ngokuba intombi yomunye womrepha wakuleli.

Bangabaza inani leGucci yeGcokama

Bongiwe Zuma|Published

UKUGQOKISWA izitolo zomntakabani izimpahla ezimba eqolo ngenye yezinto ezikhombisa ngokusobala izinga lomculi.

Kufike ugesi okokuqala eBangamazi eNkandla

Bongiwe Zuma|Published

ZIHLINZEKWE ngogesi okokuqala ngqa izakhamizi zaseBangamazi eNkandla oselokhu kwathi nhlo ziphila ngokukhanyisa amakhandlela.

UNtanzi usuka kude nelakwaShembe

Bongiwe Zuma|Published

UMA kukhulunywa ngabaculi bokholo abakwazi ukushaya ingoma ethinta unembeza kuhlangene amabandla ahlukene kusuke kukhulunywa ngo-Ayanda Ntanzi.

Ufaniswa nabaphesheya uMinnie kokaRasta

Bongiwe Zuma|Published

SEKWABA yinsakavukela ukuduma kwemidwebo yeciko lemisebenzi yezandla uRasta odume ngokudweba osaziwayo.

UPrince Kaybee ukhuthaza abantu ukuthi banciphe

Bongiwe Zuma|Published

UKUZINCISHA ukudla kumenze waba nesisindo somzimba esimgculisayo umculi wakuleli okhuthaza abalandeli ukuthi bazinakekele.

UNgizwe ukhuza amaciko axina uGatsheni ngokuqopha naye

Bongiwe Zuma|Published

UKUNGENISA komculo wesilomo somculi kamaskandi uGatsheni sekuholele ekutheni iningi labantu lifune ukuzisondeza naye ngezindlela ezahlukene.

Kukhuthazwa ukunakekela izilwane ezingenabani noxhaso

Bongiwe Zuma|Published

KUYINTO ejwayelekile emakhaya nasemalokishini ukuhlangana nekati noma nenja yehla yenyuka emizini yabantu kungaziwa ukuthi eyakabani.

Alidonse amehlo ikhekhe lomshado

Bongiwe Zuma|Published

Ikhekhe lomshado ngenye yezinto ezibalulekile nezenza itafula lihehe ngosuku olukhulu, kucace nokuthi impela kusemshadweni.

Abokholo nomkhuleko kaFikile osesibhedlela

Bongiwe Zuma|Published

AZOKWENZA okwehlukile amaciko aseThekwini ukweseka intandokazi yomculo wokholo, uFikile Mlomo osekuphele izinyanga ezimbili elaliswe esibhedlela ngenxa yokuxinwa ...

UMacG uveza ukuthi ubeshelwa iGagasi FM

Bongiwe Zuma|Published

ISILOMO somsakazi nomethuli wezinhlelo esiphinde sibe nguDJ siveza ukuthi sichithe esinye seziteshi ezinkulu zokusakaza KwaZulu-Natal ebesiseshela. UMacGyver Mukwevho ...

Bazokwelulekwa ababona kudubulana onogada emahhovisi kamasipala

Bongiwe Zuma|Published

KUKHULEKELWE abasebenzi bakaMasipala uMhlathuze kulandela isigameko esishaqisayo sokubulalana konogada ngaphakathi emahhovisi kamasipala ngesonto eledlule.

UPappas uthembisa ukondla izingane besakhulelwe onina

Bongiwe Zuma|Published

KUYINTO ejwayelekile ukuthi abesifazane abaningi abazithwele bangazi bazothathani bahlanganise nani ngenxa yokungasebenzi nokungesekwa obaba bezingane.

Gada ungabolelwa umphako ungakawudli

Bongiwe Zuma|Published

UKUDLA ngenye yezinto ezijabulisa iningi labantu nokwenza kube mnandi kakhulu ukuzihlinzeka ngomphako uma uzoba nohambo olude. Lesi sikhathi sePhasika noma sinamaholidi ...

Isuka kude impi yonogada abafe eMhlathuze

Bongiwe Zuma|Published

KUVELE ukuthi bese kunesikhathi bengahoshelani onogada ababili abafe esigamekweni sokudubulana kwabo emahhovishi kaMasipala uMhlathuze ngoLwesine ekuseni.

Liyadlondlobala ibhizinisi lothekele ulwazi eCanada

Bongiwe Zuma|Published

OSEZAKHELE igama emkhakheni wokwenza imifaniswano nokubhala izimpahla eThekwini, ibhizinisi lakhe waliqala ngo-R50.