Udadewabo omncane kaMseleku, uNksz Nompumelelo Mseleku, oke abonakala kulelo hlelo, uyoganela esithenjini
UKHALA ngomasipala ?osaba abelungu? umlingisi wethelevishini, okuvalwe indawo yakhe yezokungcebeleka isigubhukane
SEKUWUMKHUBA ojwayelekile ukuzwa ukuthi kunomzalwane noma umfundisi osolwa ngokudla umnikelo webandla elithile.
UKUHLUKANA noyise wengane kuyinto cishe wonke umuntu wesifazane angayifisi empilweni kodwa ngenxa yezimo lokhu kwenzeka mihla namalanga
UKHALA ngokusongelwa abantu angabazi umculi wokholo kulandela inkulumo mpikiswano yakuFacebook
AZONGENA indlu nendlu amaphoyisa ehostela lezimanga, iGlebelands eMlaza ekhuculula izibhamu ezingekho emthethweni.
INZIMA impilo nosizi luzwa olunye esalukazini saseFolweni esesihlala emnyango nabazukulu, belindele ikloba lomlilo nezinye izimanga ezivele zenzeke ekhaya labo
BAGCWALE umgwaqo izolo ePinetown abashadikazi abaqale umkhankaso wokulwa nomakhwapheni, abathi babahlalise lubhojozi emishadweni yabo
UKHALA ezimathonsi ugogo wasePort Shepstone osola iphoyisa ngokudlwengula umzukulu wakhe (11) phakathi esiteshini samaphoyisa ekade emthume isigxivizo
Uzwa kuthiwa uthando luvutha amalangabi namhlanje, kusasa kuqhume idivosi
Akazohlala nje efulethini noma edolobheni kodwa uyokotiza emzini osemakhaya esigodini eMakhosini, eBergville.