ONGOTI bezempilo bathi umuthi okufuthwa ngawo amakhala okuthiwa uvikela iCovid-19 osetshenziswa kakhulu emazweni ase-Europe, ungaholela ekutheni igciwane libe yingozi. ...
IMARITZBURG United enezinkinga zemali kungenzeka ingalutholi uxhaso lukaR48 million lweminyaka emithathu elucele kuMasipala uMsunduzi, eMgungundlovu, nawo obhekene ...
IZINYUNYANA zabasebenzi kumele zinqande ukuphela kwemisebenzi futhi zivikele konke okwazuzwa yintandoyeningi ngenhloso yokuhlonipha isishoshovu somzabalazo futhi ...
OWAYENGUMHOLI wophiko lwentsha kwiDA, uNksz Mbali Ntuli, uphinde wamukelwa esibhedlela ngoLwesine emuva kokuxinwa yisifo esihambisana neCovid-19. Ekuqaleni kwaleli ...
Njengoba isibuyiselwe esikhundleni sobukhosi, iNkosi yabaThembu, uKing Buyelekhaya Dalindyebo ufuna kubuyiswe nesigodlo sakhe ukuze akwazi ukwenza umsebenzi wokugeza ...
AMAQEMBU ezepolitiki aseveze ulaka lawo ngezigameko zokuhlukunyezwa kwabesifazane, amanye afuna ukuba abenza lokhu banikezwe izigwebo ezinzima noma kubuyiswe isigwebo ...
ZIZOKHUMULA zihambe nqunu zingenela nesiteleka sokungadli iziboshwa zakuleli zibhikishela ukungavakashelwa kwazo emajele njengoba kusaqhubeka izinhlelo zokunqanda ...
INDODANA yowayengumengameli wakuleli, uMnuz Jacob Zuma, ithi isamukele isinqumo seNhloko yamaJaji, uChief Justice Mogoeng Mogoeng, sokuthi icala likayise liqulwe ...
I-ANC e-Free State isixwayise ngokuthi ukubopha owayengumengameli wakuleli, uMnuz Jacob Zuma, kungaholela ekutheni kube nombhedukazwe ezweni.
INHLANGANO ebusayo i-ANC ifuna amakhansela aseThekwini athweswe amacala enkohlakalo ayiswe ekomitini layo elimele ukuqondisa ubugwegwe.
KUVUNGUZA umoya wokuhlukana phakathi kwinhlangano yezepolitiki i-EFF njengoba sekuvele imibiko ethi iSekela Mengameli uFloyd Shivambu noNobhala-Jikelele uGodrich ...
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa uMnuz Bheki Cele ufuna ithimba lamaphoyisa eliphenya ukubulawa kosopolitiki esifundazweni saKwaZulu-Natal lichaze kabanzi ngokuhluleka ukuvalela ...
UBASHIYE bekhexile abaholi be-ANC KwaZulu-Natal uNkk Zandile Gumede ehoxisa incwadi yokwesula njengemeya yeTheku ngoLwesithathu
Lo makadebona we-ANC uthi akubona kule ngqunguthela kwamcacisela ukuthi abaholi abakule nhlangano abasenzi ngendlela efanele
ISILO samaBandla uGoodwill Zwelithini sizwakalise ilaka laso okokuqala ngezincomo zokuthi iNgonyama Trust kumele iqedwe noma kuncishiswe amandla ayo ukuze abantu ...
OWAYENGUSIHLALO kazwelonke we-IFP, uDkt Ziba Jiyane, owashiya iqembu emva kokuphambana neNkosi uMangosuthu Buthelezi, usola abanye abaholi beqembu ngokumvimba ukuba ...
ABALANDELI beMeya yeTheku emisiwe, uNkk Zandile Gumede bafuna ukuphonsela inselelo isinqumo sokumiswa kwayo ngokuya enkantolo.
UMHOLI we-IFP uDkt Mangosuthu Buthelezi uthi akezukushenxa ekuholeni leli qembu uma amalungu alo asefuna aqhubeke
URamaphosa ehambisana nabanye abaholi be-ANC esifundazweni uhambele kule ndawo izolo enxenxa abantu ukuthi batheleke ngobuningi kulo mgubho weqembu
UMajozi uthe bawu-12 abaculi asebevolontiyile ukuba yingxenye yabazocula noZuma.
AMANYE amakhosi awafuni nakuyizwa indaba yeNgonyama Trust njengoba ethi afuna ukuziphathela wona umhlaba wawo, azilawulele nemali eyenziwa ngawo
UMENGAMELI Cyril Ramaphosa uthi uzimisele ukubonana neSilo, uGoodwill Zwelithini kaBhekuzulu, ukuxoxa ngekusasa leNgonyama Trust Board
Lokhu kubikwa ukuthi kudala izinkinga uma sekufanele kwenziwe umsebenzi
UKUPHUMA kowayengumengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma esikhundleni kuhoxise abaxhasi bomjaho oqanjwe ngaye
OBENGUMENGAMELI wezwe uMnuz Jacob Zuma ufuna ukuthatha isikhathi eside ngaphambi kokuthi aye nkantolo njengoba ummeli wakhe efuna ukuyobuza ukuthi kungani uphiko ...