Amaphoyisa aseMgungundlovu ashaqe owesilisa ayomphosa imibuzo ngokubulawa kwabantu abathathu nokuzama ukubulala oyedwa ngeSonto ekuseni.
AMAPHOYISA athungatha abasolwa okuthiwa badubule babulala abantu abane abebehleli emjondolo e-Uganda eMlaza ngoLwesine ebusuku.
IMVULA yakamuva ebibonakala ezingxenyeni eziningi zezwe emasontweni edlule, ilekelele ukuthi kunyuke izinga lamanzi nokuyinto ebidingeka kakhulu kuleli kodwa uhulumeni ...
Amaphoyisa asebophe abasolwa abangu-75 000 ngamacala ehlukene kusukela kuqale umkhakhaso wokuphepha ngamaholidi oqale ngo-Okthoba 15.
KUBA mnandi uma kuhlangene imindeni, izihlobo nabangani kudliwa izibiliboco, kugeleza neziphuzo. Sikuphathele imicimbi ehlukene exoxwa ngezithombe. Uma ufisa ukuthi ...
UMphathiswa wezokuPhepha nokuXhumana koMphakathi KwaZulu-Natal, uMnuz Sipho Hlomuka, usenxuse amalungu omphakathi ukuba alekelele amaphoyisa ngolwazi olungaholela ...
UMLOTHA emlonyeni, sasinda ezifweni nasekubulaweni izinso! Lesi kumele kube yisiqubulo sethu sonke thina esisafuna ukuphila isikhathi eside emhlabeni singenankinga ...
BAVELE enkantolo izolo abasolwa ngokubamba inkunzi indawo yebhizinisi eMoholoholo eSikhaleni ngempelasonto.
KUVUNGUZE umoya woxolo, owokuthula nokuzigqaja ngamasiko ebandleni lamaRoma, iBlessed Liberat, eNewlands West, enkonzweni yokugubha amagugu.
LIGUQE okwesikhashana ukuqulwa icala lokubulawa kowayengunozinti we-Orlando Pirates, neBafana Bafana uSenzo Meyiwa, emuva kokuthi abameli bekhale ngokuziphatha kwabezindaba ...
KUPHELA amaphupho ngoMsombuluko njengoba oyedwa wabafundi beSolezwe ezogoduka nemoto entsha ceke. UNksz Phumi Mkhize wophiko lwezokukhangisa kwiSolezwe, uthe oyedwa ...
SITHUTHELWE ePinetown isikhungo sokuhlolela izincwadi zokushayela saseRossburgh emuva kokukhahlanyezwa yizikhukhula. UNgqongqoshe wezokuThutha, ukuPhepha koMphakathi ...
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana nezindaba zoMdabu uDkt Nkosazana Dlamini Zuma unxusa abantu ukuthi baphawule ngokushintshwa kwemithetho elawula ukubekwa kwezwe ...
UZOBUYELA enkantolo ngoNovemba 15, owesifazane waKwaMashu, okuthiwa ubezenza ummeli
SENYUKILE isibalo sabantu asebengakwazi ukuhlangana uma kunemicimbi, emuva kokuxegiswa kwemigomo enqanda ukusabalala kweCorona kuleli. Ethula inkulumo ebhekiswe ...
UVELE izolo eNkantolo yeMantshi eMpumalanga umsolwa oneminyaka engu-57 osolwa ngecala lokuzama ukubulala
UGWETSHWE udilikajele neminyaka emine umlisa olahlwe ngecala lokudlwengula.
KUFE isiboshwa izolo ngesikhathi zizama ukweqa ejele laseMzinto emuva kokuqubuka komlilo.
UMNYANGO wezokuVikela kuleli uthi uzotshala amasosha KwaZulu-Natal naseGauteng ukuze alekelele amaphoyisa njengoba kunemibhikisho lapho abantu bebonakala khona becekela ...
UMCULI kamaskandi waseShowe uGadla Nxumalo unxuse abahleli bemicimbi emikhulu ukuthi bangabheki kuphela abaculi abanabalandeli abaningi uma beqasha abantu abazonandisa ...
Le filimu ikhuluma ngowesifazane uSunitha Patel (Carishma Basday) ozalelwe emndenini wamaNdiya ophila ngosiko lwalesi sizwe
KWETHULWE ngokusemthethweni izintokazi ezizodlana imilala zibanga isicoco sika-Indoni Miss Cultural SA, ngoDisemba
UGWETSHWE udilikajele neminye iminyaka engu 25 ngaphezulu owayenguSayitsheni wamaphoyisa aseMpangeni olahlwe ngecala lokubulala
UMFANA oneminyaka engu-11 udubule udadewabo oneminyaka emibili naye wabe eseyazidubula wafa
Sekuboshwe umsolwa wesithupha ecaleni labasolwa ngokubulala nokuthiwa badla abantu eMtshezi.