Amazwi enduduzo ngokushiywa wuBizos

Nontuthuko Ngubane and ANA Reporter|Published

KUKHALWA nxa zonke ngokushona kwesishoshovu esasilwela amalungelo abantu ikakhulukazi ngesikhathi sobandlululo, u-Advocate George Bizos. UBizos oshone ngoLwesithathu ...

Bazovela ekomitini le-ANC eGauteng

ANA Reporter|Published

UNGQONGQOSHE wezeMpilo eGauteng, uDkt Bandile Masuku, nonkosikazi wakhe uLoyiso, bathathe ikhefu emsebenzini emuva kokuthinteka kwabo kwithenda kaR125 million, yempahla ...

Ayaphela amahlathi kuZuma kwelenkohlakalo

ANA Reporter|Published

AYAPHELA amahlathi kowayengumengameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma okuchithwe isicelo sakhe sokuthi kuhoxiswe amacala enkohlakalo abhekene nawo eNkantolo eNkulu eMgungundlovu ...

Ligwetshwe odilikajele ababili iphoyisa elabulala owayeyintombi nesoka elisha

ANA Reporter|Published

LIGWETSHWE odiikajele ababili iphoyisa laKwaZulu-Natal ngamacala okubulala owesifazane owayeyintombi yalo nesoka lakhe elisha.

UCele uchitha eyokuduka kwedokodo likaMeyiwa

ANA Reporter|Published

UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa uMnuz Bheki Cele uyichithile imibiko ethi alaziwa ukuthi likuphi idokodo lecala lokubulawa kowayengunozinti we-Orlando Pitares neBafana ...

Lihlehlile elosolwa ngokubulala u-Uyinene Mrwetyana

ANA Reporter|Published

UVELE kafushane eNkantolo yeMantshi yaseWynberg owesilisa osolwa ngokubulala isitshudeni sase-University of Cape Town (UCT) u-Uyinene Mrwetyana (19) ngoLwesibili. ...

Uzovela enkantolo oweloli elibulale abafundi (8) engozini eNorth West

ANA Reporter|Published

UZOVELA enkantolo owesilisa oneminyaka engu-26 obengumshayeli weloli ephaphalaze yashayisa isihlala yabulala abafundi abangu-8 eZeerust, eNorth West ngempelasonto. ...

Ugwetshwe odilikajele abayisithupha owaseNigeria obeshushumbisa abesifazane

ANA Reporter|Published

UGWETSHWE odilikajele abayisithupha neminye iminyaka ewu-129 ngaphezulu ...

Umisiwe uthisha osolwa ngokudlwengula umfundi (6)

ANA Reporter|Published

UMISIWE emsebenzini uthisha waseLusikisiki, e-Eastern Cape osolwa ngokudlwengula umfundi oneminyaka eyisithupha waseMkhoto High School.

Kuboshwe 'oklinye' udadewabo wafa

ANA Reporter|Published

UKHALELWE ngamasongo kasigonyela owesilisa oneminyaka engu-29 osolwa ngokuklinya abulale udadewabo oneminyaka engu-43 eBloemfontein eFree State.

Uboshwe nezimbuzi (51) namagusha (21) okwebiwe

ANA Reporter|Published

UKHALELWE ngamasongo kaSigonyela owesilisa osolwa ngokweba izimbuzi ezingu-51 namagusha angu-21 ePolokwane eLimpopo ngempelasonto.

'UMeyiwa ubeyithanda kakhulu indodana yakhe' - umndeni

ANA Reporter|Published

UCHAZWE njengoyise obeyithanda indodana yakhe uMnuz Sam Meyiwa okumenele ezintatha namhlanje ngemuva kokushaywa yisifo sohlangothi.

‘URamaphosa wakhohlisa iPhalamende ngamabomu ngomnikelo weBosasa’ - Mkhwebane

ANA Reporter|Published

UMVIKELI Womphakathi u-Adv Busisiwe Mkhwebane usethole ukuthi umengameli wakuleli uMnuz Cyril Ramaphosa wakhohlisa iphalamende ngodaba lomnikelo kaR500 000 owanikelwa ...

Kuboshwe obanjwe nemali engaphezulu kukaR100 000 ewumkokotelo

ANA Reporter|Published

KUBOSHWE owesilisa oneminyaka engu-49 obanjwe namali okusolwa ukuthi ngeyomkokotelo elinganiselwa ku-R107 300 eBotshabelo, eFree State.

BUKA: Kushone abathathu kwalimala abawu-200 kushayisana izitimela

ANA Reporter|Published

Two people have died in a train collision in the Mountain View area of Pretoria North, Netcare 911 paramedics have reported.

Sekushiswe elinye ipulazi eShowe

ANA Reporter|Published

SESIQALE phansi sashuba isimo eShowe, KwaZulu-Natal, ngemuva kokushiswa kwepulazi likamoba ngesonto ebusuku