Kukhona asephakanyisiwe kwesenhloko yamajaji

African News Agency|Published

UMENGAMELI Cyril Ramaphosa usewatholile amagama ambalwa aphakamisa abambona efakwa esikhundleni sokuba yinhloko yamajaji

Uphika eyokugwazela ivoti esontweni uMashatile

African News Agency|Published

USEZIPHENDULELE ukuthi akukho okungalungile akwenzile uMgcinimafa we-ANC, uMnuz Paul Mashatile, emuva kokuba kusabalele i-video yakhe ezinkundleni zokuxhumana esebandleni ...

U-De Lille ugxeke iDA ngolomhlaba

African News Agency|Published

UMHOLI weqembu iGood uNkk Patricia de Lille, usegxeke i-DA ngokuqamba amanga ngokuthi kushoda indawo ebiza kahle yokuba kwakhiwe izindlu eKapa.

UNzimande uthi akasicwasi isibhunu

African News Agency|Published

UNGQONGQOSHE wezeMfundo ePhakeme, uMnuz Blade Nzimande, usephendulile eqenjini le-DA ebelimsola ngokuthi uzonda isiBhunu. Uthi akasicwasi isiBhunu.

Ayanda amacala amiswe yimiphumela yolibofuzo

African News Agency|Published

SIYAKHULA isibalo semiphumela yolibofuzo (DNA) eduvile, okumele inikezwe imindeni ukuze ikwazi ukungcwaba izihlobo zayo nokuxazulula amacala ocansi nawokuhlukunyezwa ...

Unomunye umcimbi wokukhunga ingane uMaShelembe

African News Agency|Published

AFRICAN NEWS AGENCY (ANA)UMCIMBI wedumela wokukhunga ingane kaMakhosazana Shelembe, obuhlelewe yisifundazwe, ngeke usaba khona. Lo mcimbi bekubhekwe ukuba ube seBotanic ...

Bavimbele uMalema ehambele eMphithi

African News Agency|Published

APHAZAMISE umholi we-EFF uMnuz Julius Malema, esanxenxa amalungu eqembu lakhe ukuba abhalisele ukuvota, amalungu e-ANC.

Liphinde lahlehla icala lowe-EFF

African News Agency|Published

LIHLEHLISELWE uFebhuwari 2022 icala lokushaya elibhekene nePhini likaMengameli we-EFF, uMnuz Floyd Shivambu, ummeli wakhe ekhala ngokuba matasa namanye amacala. ...

Liyaphika iphoyisa elisolwa ngokushintsha isheke ngomndeni

Nontuthuko Ngubane and African News Agency|Published

UNGENE enkantolo wamoyizela ukuze ashuthwe izithombe yizintatheli owesifazane waseGoli, osolwa ngokubulala abomndeni wakhe ukuze athole imali yomshwayilensi.

UZuma uzokwamukelwa ngemicimbi eNkandla

African News Agency|Published

ABALANDELI bowayengumengameli wakuleli, uJacob Zuma, okhishwe ejele ngoshwele wokugula, bahlele ukumamukela ekhaya ngedili lomcimbi.

Kumnyama kuMagashule etshingwa yinkantolo

African News Agency|Published

UNOBHALA Jikelele we-ANC omisiwe, uMnuz Ace Magashule, ulahlwe yiNkantolo eNkulu yaseSouth Gauteng, esicelweni sakhe sokudlulisa icala lokuchithwa ukumiswa kwakhe ...

ULamola akangafakwa ekudedelweni kukaZuma: umnyango

African News Agency|Published

OKHULUMELA uMnyango wezoBulungiswa nokuHlunyeleliswa kweziMilo kuleli, oholwa wuMnuz Ronald Lamola, uMnuz Chrispin Phiri, uthi akukho uLamola angakwenza ngodaba ...

Zimkhalele umakoti ’ngokubulala’ umyeni nomamezala

African News Agency|Published

BAVELE enkantolo yase-Elliotdale, e-Eastern Cape, izolo abasolwa ngokubulala owesilisa oneminyaka engu-46 nonina ona-81.

Ithuba labanezikhalo ngabazongenela ukhetho kwi-ANC

African News Agency|Published

AMALUNGU e-ANC namagatsha bahlukene phakathi ngokuthi ngabe iqembu lenze okwanele ukuxazulula udaba lwabantu abaphakamisiwe ukuba bangenele ukhetho lohulumeni basekhaya, ...

Kuhlehliswe elikaZuma noBilly Downer

African News Agency|Published

UKULALELWA kwecala lowayengumengameli kuleli, uJacob Zuma, mayelana nokuthi kungani umshushisi, u-Advocate Billy Downer SC, kungamele aqhubeke nokushushisa icala ...

Kuphenywa ngokudubula emgcwabeni weMKMVA

African News Agency|Published

AMAPHOYISA aphenya icala lokuzama ukubulala emuva kokuba owesifazane oneminyaka engu-75, edubuleke emlenzeni ngesikhathi kunenkonzo yomgcwabo kaMnuz Kebby Maphatsoe, ...

Indida ngezingane ezitholwe zintanta emfuleni

African News Agency|Published

AFRICAN NEWS AGENCY (ANA)UMKHUZI wamaPhoyisa eLimpopo, uLieutenant General Thembi Hadebe, useyalele ukuthi kube nophenyo oluphuthumayo ngokushona kwezingane zesikole ...

Ukushona kwephoyisa lobandlululo kushiya imindeni dengwane

African News Agency|Published

AFRICAN NEWS AGENCY (ANA)INHLANGANO elelwa amalungelo abantu, iFoundation for Human Right, ithi ukushona kowayeyiphoyisa lobandlululo uMnuz João Rodrigues, kuyishwa ...

URamaphosa uzokhuluma nezwe maduze

African News Agency|Published

UMENGAMELI wakuleli, uCyril Ramaphosa, kubhekwe ukuba akhulume nabamaqembu ezepolitiki nabamabandla ngokuthinta igciwane iCorona ngaphambi kokuba akhulume nezwe. ...

Baphika eyokudedela iziguli engekho amafayela

African News Agency|Published

OSUKWINI lwesithathu kuthulwa ubufakazi ngokushona kweziguli ezasuswa eLife Esidimeni, bakuchithile ukuthi iziguli zazikhishwa ngaphandle kwamafayela achaza ngokugula ...

Ifunelwa esinye isikole ingane “edlwengulwe” esikoleni

African News Agency|Published

UMZALI wengane eneminyaka eyisithupha okuvele izinsolo zokuthi idlwengulwe esikoleni iKhensani Primary eSoshanguve, ekuqaleni kwenyanga, uveze ukuthi ufuna iyiswe ...

Kudliwe impahla yoMnyango wezokuThutha

African News Agency|Published

ISIKHONZI sigasele emahhovisi oMnyango wezokuThutha ngeledlule kwadliwa izimpahla okubalwa kuzona amakhompyutha asetshenziswa uNgqongqoshe woMnyango, uMnuz Fikile ...

Kukhalwa ngengozi ebulale 28 wabantu e-E. C

Nontuthuko Ngubane and African News Agency|Published

KUKHALWA ngobubi bomgwaqo ekushone kuwo abangu abangu-28 engozini yebhasi ku-N2 phakathi kwe-London neButterworth e-Eastern Cape ngoMsombuluko ntambama. KUKHALWA ...

Ukhala ngabadala abangafuni ukugoma

African News Agency|Published

ABANTU abaneminyaka engu-60 kuya phezulu basenokungabaza ngokugomela igciwane leCovid-19 ngenxa yezindaba ezingezinhle ezivela ngomgomo

Banemibuzo ngoMabuza

African News Agency|Published

IHHOVISI lePhini likaMengameli uMnuz David Mabuza,liqinisekise ukuthi usalashwa eRussia, lathi uzobuyela kuleli uma eselashiwe. Ngokwemibiko bekuvele ukuthi uzobuya ...