INCWADI: Akwaba ndandingambonanga
UMBHALI: Bulelani Matshoba
ABASHICILELI: Vela Books
INOVELI ixoxa ngobudlelwano bezothando phakathi kukaFikile noNandipha. Kunezimfihlo ezidalulwayo bese kubhimba izinto othandweni lwabantu ababili. Incwadi iyibhansela labantu abakhuluma isiXhosa. Nizongixolela bakwethu ngoba angikwazi ukufunda isiXhosa kepha ngigqugquzela izincwadi ezibhalwe ngezilimi ezahlukene zabaNguni.
Umbhali uBulelani usebenza emsakazweni Inkojane FM kanti yinoveli yakhe yokuqala lena ethi Akwaba ndandingambonanga.
Ziningi izincwadi ongazithola kwaJacana Media https://jacana.co.za/