Izithombe zemicimbiBEKUKUHLE kudelile ngesikhathi uNksz Bahle Msomi ehambise umbondo kubo kamyeni wakhe, uMnuz Mzamo Sishi. Umbondo ubusuka eZwelisha, eNdwedwe, uya eMbumbulu, eNhlazuka Isithombe: SITHUNYELWE BEKUYINJABULO enkulu ngesikhathi uNksz Buhle Ngidi enzelwe i-baby shower abangani bakhe, eBilly G Isithombe: SITHUNYELWE BEKUYINJABULO enkulu ngesikhathi uNksz Buhle Ngidi enzelwe i-baby shower abangani bakhe, eBilly G Isithombe: SITHUNYELWE Bazitike ngezibiliboco abafundi bakaGrade 7 esikoleni, iBangubukhosi Primary, eMbumbulu bevaleliswa njengoba lona kuwunyaka wabo wokugcina kulesi sikole Isithombe: SITHUNYELWE AMAJONGOSI abevunule kanje ngesikhathi eyovalelisa kwigoso elingasekho, uJamludi, ebeliphethe iZikhumba okuyisigodi esingaphansi kweNduna uMthembu, eNkosini uMlaba oLundi Isithombe: SITHUNYELWE Bekuwumzuzu wokuziqhenya kuNksz Maningi Ngubane waseHopewell, eMgungundlovu, ngesikhathi ethweswa iziqu zobuthishela. Ubephelezelwa nguNksz Sane Ngubane noMnuz Sbu Ngubane Isithombe: SITHUNYELWE AMALUNGU omndeni wakwaGumede eLamontville ngesikhathi embeswa wumndeni wakwaTenza obusuka eSt. Faiths eNkwazi Isithombe: SITHUNYELWE BEKUKUHLE kwethu ziwushaya phakathi kukaMnuz Khetho "Khe" Tenza waseSt. Faiths, eNkwazi, obembesa uNksz Makhosi Gumede waseLamontville. Bashade ngokusemthethweni ngalo lolu suku Isithombe: SITHUNYELWE BEBEVUNULE beconsa ngesikhathi uNksz Mbali Jali emula, ekhehlwa ephinde embeswa nguMnuz Lei “Macingwane“ Mchunu eNew Germany Isithombe: SITHUNYELWE BEBEVUNULE beconsa ngesikhathi uNksz Mbali Jali emula, ekhehlwa ephinde embeswa nguMnuz Lei “Macingwane“ Mchunu eNew Germany Isithombe: SITHUNYELWE Share this article:ShareTweetShareShareEmailRead Next:Siphekani ngoKhisimusi?