ZIVUKE ngesikabhadakazi izakhamuzi zaseGauteng zizwa ukuzamazama komhlaba ezintatha zangeSonto.
Ngokusho kwabantu ezinkundleni zokuxhumana, lokhu kuzamazama komhlaba kuzwakale kunamandla kakhulu empumalanga nedolobha laseGoli ezindaweni ezafana neBoksburg.
Umkhandlu wesayensi yomhlaba (GeoScience) ukuqinisekisile ukuzamzama komhlaba ngesitatimende esithunyelwe kwabezindaba.
Ngokwesitatimende, ukuzamazama komhlaba kwenzeke ngo-2.38 ekuseni. Kuthiwa lokhu kuzamazama kukalwe kwaba ngu-4.4.
Lo mkhandlu unxuse izakhamuzi ukuba zisebenzise izinsiza zobuchwepheshe besimanje ukukala ubungako bakuzamazama komhlaba.
My floor was flooded yohh, I'm glad I was sober when this happened#earthquake pic.twitter.com/jKHlq4613L
— Mavuso (@MMnicks) June 11, 2023
I’m in Boksburg,this is what has happened to my house.
— kholeka (@kholekamusic) June 11, 2023
Matthew 24 told us of what is to come. pic.twitter.com/BtvD1jtjXc
A powerful magnitude 5.0 #earthquake happened in Johannesburg. pic.twitter.com/Uo9jSl1Rdd
— Harun Seker (@harunseker) June 11, 2023