Izindaba

Halala kwabawine amavawusha akwa-Spar

Intatheli YeSolezwe|Published

Isithombe: Sibonelo Ngcobo

SITHI Halala! kulaba bafundi beSolezwe asebeziwinele amavawusha egilosa akwaSPAR enani lika-R 2 500 umuntu ngamunye, uyozititilizela ngamanani aphansi eBlack Friday.

Abasesithombeni kusukela kwesokunxele; uKhumbulani Gumede, Nhlanzeko Maphumulo noHenry Maphumulo. Abanye abawinile kodwa abangekho esithombeni uSicelo Ngiba, Nomonde Nxusa, Sibongile Khwela noLethiwe Zulu